Mayelana NoFakazi BakaJehova
Uma ufuna ukuxhumana nathi, woza kweminye yemihlangano yethu, cela isifundo seBhayibheli samahhala noma ufunde okwengeziwe ngathi, le ngxenye izokusiza. Sikumema nokuba uvakashele elinye lamahhovisi ethu ukuze uzibonele umsebenzi esiwenzayo.
Frequently Asked Questions
Yini OFakazi BakaJehova Abayikholelwayo?
Thola uhlu olufingqiwe lwezinkolelo zethu eziyisisekelo ezingu-15.
Kungani OFakazi BakaJehova Bengawagubhi Amanye Amaholide?
Cabanga ngemibuzo emithathu ethinta oFakazi BakaJehova namaholide.
Kungani OFakazi BakaJehova Bengazigubhi Izinsuku Zokuzalwa?
Cabangela izici ezine zemikhosi yokuzalwa ezenza uJehova angayijabuleli.
Kungani OFakazi BakaJehova Benqaba Ukumpontshelwa Igazi?
Kunemibono eminingi eyiphutha ngoFakazi BakaJehova nangokumpontshelwa igazi. Funda amaqiniso ngezinkolelo zethu kule ndaba.
Ingabe OFakazi BakaJehova BangamaKristu?
Sicela uhlole indlela esihluke ngayo emaqenjini enkolo okuthiwa awobuKristu.
Eminye Imibuzo Evame Ukubuzwa
Thola izimpendulo zemibuzo eminingi ongase ube nayo ngathi.
Free Bible Course
Our History
Contact Us
Cela Isifundo SeBhayibheli
Thola izifundo zeBhayibheli ngesikhathi nasendaweni evumelana nawe.
Yiba Khona Emhlanganweni
Funda ngemihlangano yethu. Thola indawo eseduze nawe.
Xhumana NoFakazi BakaJehova
Imininingwane yamahhovisi ethu emhlabeni wonke.
Imininingwane NgeHhovisi Nokubuka Indawo
Thola ihhovisi eliseduze nendawo yakini. Thola ukuthi ungayibuka ngasiphi isikhathi indawo.

