Funda IBhayibheli Kuyi-Inthanethi

Hlola okutholakala eBhayibhelini Elingcwele, iBhayibheli elinembile nokulula ukulifunda.

Funda IBhayibheli Kuyi-Inthanethi

Hlola okutholakala eBhayibhelini Elingcwele, iBhayibheli elinembile nokulula ukulifunda.

Bona amavidiyo, umculo, izihloko nezindaba okusanda kufakwa.

Bheka Ukuthi Yini Entsha

Zama Isifundo Sethu SeBhayibheli

Funda mahhala nothile.

Cela Isifundo SeBhayibheli

Thola izifundo zeBhayibheli ngesikhathi nasendaweni evumelana nawe.

Yiba Khona Emhlanganweni

Funda ngemihlangano yethu. Thola indawo eseduze nawe.

Amavidiyo

Ukusakazwa Kwezincwadi ZeBhayibheli ECongo

Njalo ngenyanga oFakazi BakaJehova baba sohambweni olumangalisayo behambisa amaBhayibheli nezincwadi ezisekelwe eBhayibhelini kubantu baseDemocratic Republic of the Congo.

Bukela Le Vidiyo

OFakazi BakaJehova—Singobani?

Singabantu bezinhlanga nezilimi ezihlukahlukene, kodwa sihlanganiswa imigomo efanayo. Ngaphezu kwakho konke, sifuna ukudumisa uJehova, uNkulunkulu weBhayibheli noMdali wazo zonke izinto. Senza konke esingakwenza ukuze silingise uJesu Kristu futhi siyaziqhayisa ngokubizwa ngokuthi singamaKristu. Ngamunye wethu uchitha isikhathi njalo esiza abantu bafunde ngeBhayibheli nangoMbuso kaNkulunkulu. Ngenxa yokuthi siyafakaza, noma sikhuluma ngoJehova uNkulunkulu noMbuso wakhe, saziwa ngokuthi singoFakazi BakaJehova.

Hlola ingosi yethu. Funda iBhayibheli kuyo. Funda okwengeziwe ngathi nangezinkolelo zethu.

 

OFakazi BakaJehova ababili bashumayeza indoda ensimini yelayisi.