Yini Entsha?
INQABAYOKULINDA—EFUNDWAYO
Inkulumo EseBhayibhelini—“Uma Kungenzeka, . . . Yibani Nokuthula Nabo Bonke Abantu”
AmaKristu eqiniso azama ukuba nokuthula nawo wonke umuntu, kodwa lokho kungase kungenzeki ngaso sonke isikhathi. Kungani?
INQABAYOKULINDA—EFUNDWAYO
Amacebiso Amathathu Angakusiza Uthandaze Isikhathi Eside
Ungathandaza kanjani isikhathi eside ngokwanele ukuze umtshele konke okucabangayo nendlela ozizwa ngayo uNkulunkulu?
INQABAYOKULINDA—EFUNDWAYO
Izinzuzo Zokuba Wedwa
Funda ngokuthi uJesu wasenza kanjani isikhathi sokuba yedwa nangokuthi kungani kufanele senze okufanayo.
INQABAYOKULINDA—EFUNDWAYO
Ingabe Uyakhumbula?—Disemba 2026
Ukujabulele yini ukufunda izihloko ze-Nqabayokulinda zamuva? Bona ukuthi yini oyikhumbulayo.
IMIBUZO EVAME UKUBUZWA
Ingabe OFakazi BakaJehova Bayakhokhelwa Ngomsebenzi Wabo Wenkolo?
Asikhokhelwa ngomsebenzi wethu wenkolo. Funda ngezici ezihlukahlukene zomsebenzi wethu nokuthi usekelwa kanjani ngezimali.
IZINGOMA EZIQANJIWE
Masisekelane
Kungakhathaliseki ukuthi sibhekana nabuphi ubunzima, ingakwazi ukubhekana nabo uma sisekelana.
IZINGOMA EZIQANJIWE
Udlula ‘Ondlunkulu Abaningi’
Ungase uzibone ungabalulekile—kodwa uJehova uyakubona ukubaluleka kwakho. Le vidiyo yomculo isikhumbuza ngomusa ukuthi ngisho nalapho sibona sengathi akekho osibonayo, uJehova nalabo abamthandayo basibona sibaluleke kakhulu.
IZINGOMA EZIQANJIWE
Ngokholo
Ngezikhathi zezinxushunxushu nezinkinga zezomnotho, omunye umndeni ubona indlela uJehova owukhathalela ngayo ngothando, ube namandla nethemba, ukholo lwawo luqine nakakhulu.
UMSHADO NOMNDENI
Kufanele Yini Sihlale Ndawonye Singakashadi?
Abanye abantu bacabanga ukuthi ukuhlala ndawonye bengashadile kuzobenza bawulungele umshado. Kuwumqondo omuhle yini lokho, noma kukhona okungcono abangakwenza?
YIBA UMNGANI KAJEHOVA—IMISEBENZI
Ukuphila Okuphakade Okuthenjisiwe
UJehova uzokwenza umhlaba ube yiPharadesi. Uyazibona yini ulapho?
IMIBUZO YEBHAYIBHELI IYAPHENDULWA
Kusho Ukuthini ‘Ukuthanda Izitha Zakho’?
Amazwi kaJesu alula ebe ejulile kungaba nzima kakhulu ukuwasebenzisa.
INQABAYOKULINDA—EFUNDWAYO
Amacebiso Okutadisha—Zuza Ngokugcwele Kumavidiyo Ethu
Cabanga ngamacebiso ambalwa angakusiza uzuze kumavidiyo aku-jw.org.
INQABAYOKULINDA—EFUNDWAYO
Kujabulele Ukuthi Asifani Ebandleni
Singakufunda kanjani ukubheka izinto ngezindlela ezingafani futhi siyijabulele indlela ehlukile abafowethu nodadewethu abenza ngayo izinto?
INQABAYOKULINDA—EFUNDWAYO
Ayegqoka Kanjani Amasosha AngabaQaphi Bombusi?
Bona indlela leli qembu lamasosha elisezingeni eliphezulu elaligqoka ngayo, ubone nokuthi lalibonakala kanjani.
INQABAYOKULINDA—EFUNDWAYO
Singaneliseka Kanjani Lapho Kunezinkinga Zezomnotho?
Cabanga ngezimiso zeBhayibheli ezine ezingakusiza waneliseke naphezu kwezimo obhekene nazo.

