IZIMFUNDISO ZEBHAYIBHELI

Ukuthula Nenjabulo

IsiZulu
Ukuthula Nenjabulo
https://cms-imgp.jw-cdn.org/img/p/1011556/univ/art/1011556_univ_sqr_xl.jpg

Ukuthula Nenjabulo

Lapho sibhekana nezinkinga ezinzima, singaba nomuzwa wokuthi asisoze sayithola injabulo nokuthula kwengqondo. Noma kunjalo, iBhayibheli selisize abantu abaningi ukuba babhekane nezingcindezi zansuku zonke, ukucindezeleka okungokomzimba nokungokomzwelo, futhi bathole nenjongo yokuphila. IBhayibheli lingakusiza nawe ube nenjabulo.

PHAPHAMA!

Indlela Yokuthola Injabulo​​—⁠Ukwaneliseka Nokupha

Abantu bathi ukuba nemali nezinto eziningi yikona okwenza umuntu ajabule. Ingabe yiqiniso lelo? Ubufakazi bubonisani?

PHAPHAMA!

Indlela Yokuthola Injabulo​​—⁠Ukwaneliseka Nokupha

Abantu bathi ukuba nemali nezinto eziningi yikona okwenza umuntu ajabule. Ingabe yiqiniso lelo? Ubufakazi bubonisani?

Ezempilo

IBhayibheli Lishintsha Ukuphila

Abantu emhlabeni wonke bachaza indlela abathole ngayo injongo yokuphila futhi manje bajabulela ukuba abangani noNkulunkulu.

Lapho Ufelwa Othandekayo

Ingabe uke wafelwa othile omthandayo? Uyaludinga yini usizo lokubhekana nosizi lwakho?

Umndeni Wakho Ungajabula

Ungaba nomshado kanye nomndeni ojabulayo ngokusebenzisa izimiso zeBhayibheli.

Tadisha IBhayibheli

Kungani Kufanele Utadishe IBhayibheli?

IBhayibheli linikeza izigidi zabantu kuwo wonke umhlaba izimpendulo zemibuzo ebalulekile ekuphileni. Ingabe ungathanda ukuba omunye wabo?

Siqhutshwa Kanjani Isifundo SeBhayibheli?

Emhlabeni wonke, oFakazi BakaJehova baqhuba izifundo zeBhayibheli zamahhala besebenzisa le ndlela ephumelelayo. Buka ukuthi basiqhuba kanjani.

Cela Isifundo SeBhayibheli

Thola izifundo zeBhayibheli ngesikhathi nasendaweni evumelana nawe.