IsiZulu
Obekufakwe Ekhasini Lokuqala
/assets/ct/79e1b14fff/images/syn_placeholder_sqr.png

Obekufakwe Ekhasini Lokuqala

 

Ezobuchwepheshe Zingawenza Yini Umhlaba Ube Nokuthula?

Ezobuchwepheshe ngeke ziyishintshe inhliziyo egcwele umhobholo, inzondo noma ukucwasa. Thola ukuthi yini engayishintsha.

Kungani Kumelwe Sihloniphe UNkulunkulu Esingamboni?

Kungani kumelwe sihloniphe uNkulunkulu ngisho noma singamboni? Ake sibone ukuthi uSmangele uwuphendula kanjani lo mbuzo.

Kungakusiza Kanjani Ukuthandaza?

IBhayibheli lichaza indlela imithandazo yakho engaphendulwa ngayo uma uthandaza ngendlela efanele.

Imibhikisho Ihlasele EFrance

Lithini iBhayibheli ngokwephulwa komthetho?

Ukufeza Indima Yakho Njengomzali

Ungazisiza kanjani izingane zakho ukuba zibhekane nezinselele zokuziphatha ezihlangabezana nazo namuhla?

Ithemba Langempela Lekusasa Elingcono

Kungani izithembiso eziseBhayibhelini zingafani nezinto eziphuma emilonyeni yabantu?

Ingabe Ukubhikisha Kuyikhambi?

Ukubhikisha kungaba namandla ekuletheni izinguquko. Kodwa ingabe kuyikhambi ekuntulekeni kobulungisa, enkohlakalweni, nasekucindezelweni?

Ukuthuthukiswa Kwezomnotho Kungawenza Yini Umhlaba Ube Nokuthula?

Izivumelwano ezenziwa lapho kuhwebelwana noma kuthuthukiswa ezomnotho azikulethi ukuthula. Kutholakala ngokulandela isiqondiso sikaNkulunkulu.

Kungani Inhlonipho Isiyivela Kancane Kangaka?—⁠Lithini IBhayibheli?

Inhlonipho isiyindlala ngezinga elingakaze libonwe. IBhayibheli linikeza isizathu salokhu nesiqondiso esingasethemba sokukhuluma ngenhlonipho nokuziphatha okuhle.

Inkolo Ingawenza Yini Umhlaba Ube Nokuthula?

Izinkolo ezibhebhekisa inzondo nodlame azisoze zakuletha ukuthula.

Ososayensi Basixwayisa Ngesimo Sezulu Esiyingozi Kakhulu U-El Niño

U-El Niño oyingozi kakhulu ungaba nomthelela omubi kakhulu esimweni sezulu emhlabeni wonke. Ingabe isimo sezulu esibi kakhulu sigcwalisa isiprofetho seBhayibheli futhi yiliphi ithemba esilinikezwa iBhayibheli?

IZwi LikaNkulunkulu Liyiqiniso—INsiza-kufunda YeBhayibheli

Funda okwengeziwe ngencwadi ngayinye yeBhayibheli futhi ujulise ukutadisha kwakho ngalokho okwakwenzeka lapho incwadi ibhalwa, ukufingqwa kwayo nemibuzo ewusizo.

Uhulumeni Ongcono Ungawenza Yini Umhlaba Ube Nokuthula?

Awukho uhulumeni wabantu ongaletha ukuthula emhlabeni wonke. Kodwa uMdali wethu angakuletha​​—⁠futhi uzokuletha!

Ungalethemba Yini IBhayibheli?

Zitholele ngokwakho esifundweni sethu seBhayibheli samahhala.

 

Ingabe Ukuhlupheka Kuyoke Kuphele?

IBhayibheli lisitshela ukuthi uNkulunkulu uzokuqeda kanjani ukuhlupheka.