Dlulela kokuphakathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

Amabandla OFakazi BakaJehova Ahlelwe Kanjani?

Amabandla OFakazi BakaJehova Ahlelwe Kanjani?

Indikimba yabadala iqondisa ibandla ngalinye. Amabandla angaba ngu-20 akha isifunda, bese izifunda ezingaba yishumi zihlanganiswa zibe isigodi. Ngezikhathi ezithile amabandla ahanjelwa ababonisi abajikelezayo, ababizwa ngokuthi ababonisi bezifunda nababonisi bezigodi.

INdikimba Ebusayo eyakhiwa oFakazi abangomakad’ ebona abasebenza emahhovisi omhlaba wonke oFakazi BakaJehova eBrooklyn, eNew York, inikeza iziqondiso nezeluleko ezisekelwe eBhayibhelini.—IzEnzo 15:23-29; 1 Thimothewu 3:1-7.