IsiZulu
Ingabe IBhayibheli Lingakusiza Ukwazi Ukuba Umngane KaNkulunkulu?
https://cms-imgp.jw-cdn.org/img/p/2018024/univ/art/2018024_univ_sqr_xl.jpg
wp18 No. 1 k. 16

Ucabangani?

Ucabangani?

Ingabe iBhayibheli lingakusiza ukwazi ukuba umngane kaNkulunkulu?

ABANYE ABANTU BAKHOLELWA . . .

ukuthi abasoze bakwazi ukuba abangane bakaNkulunkulu, bacabanga ukuthi bangcolile futhi banezono eziningi. Abanye bakholelwa ukuthi uNkulunkulu akanandaba nathi. Wena ucabangani?

OKUSHIWO IBHAYIBHELI

UNkulunkulu “usondelana nabaqotho.” (IzAga 3:32) Uma simlalela, singaba abangane bakhe.

YINI ENYE ESINGAYIFUNDA EBHAYIBHELINI?

  • UNkulunkulu uyafuna ukuba uMngane wethu.​—Jakobe 4:8.

  • NjengoMngane wethu, uNkulunkulu uhlale ekulungele ukusisiza nokusixolela.​—IHubo 86:5.

  • Abangane bakaNkulunkulu bathanda izinto azithandayo, bazonde lezo azizondayo.​—Roma 12:9.