Yini Entsha?

2026-08-18

INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO

Amacebiso Okutadisha​—⁠Zuza Ngokugcwele Kumavidiyo Ethu

Cabanga ngamacebiso ambalwa angakusiza uzuze kumavidiyo aku-jw.org.

2026-08-18

INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO

Kujabulele Ukuthi Asifani Ebandleni

Singakufunda kanjani ukubheka izinto ngezindlela ezingafani futhi siyijabulele indlela ehlukile abafowethu nodadewethu abenza ngayo izinto?

2026-08-18

INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO

Ayegqoka Kanjani Amasosha AngabaQaphi Bombusi?

Bona indlela leli qembu lamasosha elisezingeni eliphezulu elaligqoka ngayo, ubone nokuthi lalibonakala kanjani.

2026-08-18

INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO

Singaneliseka Kanjani Lapho Kunezinkinga Zezomnotho?

Cabanga ngezimiso zeBhayibheli ezine ezingakusiza waneliseke naphezu kwezimo obhekene nazo.

2026-08-18

INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO

Novemba 2026

Lo magazini unezihloko ezizofundwa ngoJanuwari 4-31, 2027.

2026-08-06

PHAPHAMA!

Ungenzenjani Uma Unomzwangedwa?

Funda ukuthi kungani abantu abaningi benomzwangedwa, uthole indlela yokuwunqoba ubone nokuthi ungasondelana kanjani nabanye abantu.

2026-08-04

IZINDABA ZOKUPHILA

UJosette Garcia: Ukushumayela Amashumi Eminyaka Kwelinye Lamazwe Ashisa Kakhulu Emhlabeni

KuJosette, ukuphila eMali kwakunezinselele. Kodwa wakujabulela ukukhonza lapho iminyaka eminingi njengephayona elikhethekile futhi kamuva njengesithunywa sevangeli.

2026-07-28

INGABE KWADALWA?

Ikhono Le-Glass Frog Lokwenza Igazi Lingabi Namahlule​—Ingabe Kwadalwa?

Leli xoxo elincane liyisa amangqamuzana abomvu amaningana esibindini salo, ngokuvamile okungenza kube nehlule elingafaka impilo engcupheni. Pho liphila kanjani?