Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

May 9-15

AMAHUBO 1-10

May 9-15
  • INgoma 99 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) isembozo se-wp16.3—Funda umBhalo emshinini ophathwayo.

  • Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) isembozo se-wp16.3—Umninikhaya makangahambisani nokusebenzisa kwakho INguqulo Yezwe Elisha. Yibe usumbonisa kuyi-JW Library ukuthi enye inguqulo ithini.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bh 12 ¶12-13—Khuthaza umfundi ukuba adawunilode i-JW Library emshinini wakhe ophathwayo.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 138

  • Hlonipha Indlu KaJehova: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video ethi Yiba Umngane KaJehova—Hlonipha Indlu KaJehova. (Vula ingxenye ethi IZIMFUNDISO ZEBHAYIBHELI > IZINGANE.) Ngemva kwalokho, cela izingane ezincane ziye esiteji bese uzibuza imibuzo ngale video.

  • Igama LikaNkulunkulu EmiBhalweni YesiHebheru: (10 imiz.) Inkulumo esekelwe encwajaneni ethi INsiza-kufunda YeZwi LikaNkulunkulu, ingxenye 1.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ia isahl. 15 ¶1-14, ibhokisi ek. 138

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 11 Nomthandazo