Ungazithathela omagazini bethu abasekelwe eBhayibhelini abangezilimi ezingaphezu kuka-150. INqabayokulinda isibonisa lokho okushiwo izenzakalo zezwe ngokuvumelana neziprofetho zeBhayibheli. Iduduza abantu ngezindaba ezinhle zoMbuso kaNkulunkulu futhi ikhuthaza ukuba nokholo kuJesu Kristu. I-Phaphama! ibonisa indlela yokubhekana nezinkinga zanamuhla futhi yakha ithemba esithembisweni soMdali sezwe elisha elinokuthula nelilondekile.