INQABAYOKULINDA Febhuwari 2013 | Lokho Esikufunda KuMose

Funda ngezimfanelo ezintathu ezinhle uMose azibonisa nokuthi yini esingayifunda esibonelweni sakhe.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Wayengubani UMose?

AmaKristu, amaJuda, amaSulumane nabanye bayihlonipha kakhulu le ndoda ethembekile. Wazini ngaye?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

UMose—Indoda Enokholo

UMose wayenokholo oluqinile ngoba wagxilisa ukuphila kwakhe ezithembisweni zikaNkulunkulu. Ungaluhlakulela kanjani ukholo olufanayo?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

UMose—Indoda Ethobekile

Abaningi babheka ukuthobeka njengokuba buthakathaka. UNkulunkulu uyibheka kanjani le mfanelo? UMose wakubonisa kanjani ukuthobeka?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

UMose—Indoda Enothando

UMose wabonisa uthando ngoNkulunkulu nangama-Israyeli akubo. Iziphi izifundo esingazifunda esibonelweni sakhe?

SONDELA KUNKULUNKULU

“UnguNkulunkulu Wabaphilayo”

UNkulunkulu unamandla okulungisa umonakalo owenziwe ukufa futhi uyowulungisa ngovuko. Siqiniseke kangakanani leso sithembiso?

IBHAYIBHELI LISHINTSHA UKUPHILA

“Babefuna Ngizibonele Ngokwami Iqiniso”

ULuis Alifonso wayefuna ukuba isithunywa sevangeli samaMormon. Ukufunda kwakhe iBhayibheli kwayishintsha kanjani imigomo yakhe nokuphila kwakhe?

IZINDLELA ZOKWENZA UMNDENI UJABULE

Lapho Ingane Yakho Ikhubazekile

Cabanga ngezinselele ezintathu ongase ubhekane nazo nokuthi ukuhlakanipha okuseBhayibhelini kungakusiza kanjani.

Liyini “IVangeli LikaJuda”?

Ingabe labhalwa uJuda, umfundi owakhaphela uJesu? Ingabe kufanele liyithinte indlela esiqonda ngayo ubuKristu?

Izimpendulo Zemibuzo YeBhayibheli

Uma uNkulunkulu adala zonke izinto, wamdala yini noDeveli? Hlola lokho iBhayibheli elikushoyo.

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Ikhadi LeBhayibheli Lika-Esawu

U-Esawu wabonisa kanjani ukuthi akanandaba nezinto ezingcwele? Printa leli khadi leBhayibheli ukuze uthole.

Ingabe Uyosibonisa Isihe?

Cabangisisa ngomfanekiso womSamariya olungileyo ubone ukuthi yiziphi izifundo ongafunda.