INQABAYOKULINDA Septhemba 2012 | Ingabe UNkulunkulu Uyabakhathalela Abesifazane?

Zizwele ukuthi iBhayibheli lithi uNkulunkulu ubabheka kanjani abesifazane nokuthi uJesu wayebaphatha kanjani.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Izimo Abesifazane Ababhekene Nazo

Emhlabeni wonke, amantombazane nawomama babhekana nobudlova nokucwaswa ukuphila kwabo konke. Kungani?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Ingabe UNkulunkulu Uyabakhathalela Ngempela Abesifazane?

Ingabe ucabanga ukuthi iBhayibheli libabukela phansi abesifazane? Funda ngendlela uNkulunkulu ababheka ngayo abesifazane.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Inhlonipho Nesithunzi Elungiselelweni LikaNkulunkulu

Yini esingayifunda esimweni sengqondo sikaJesu nasendleleni aphatha ngayo abesifazane?

INDABA YOKUPHILA

Manje Sengiyamazi UNkulunkulu Engimkhulekelayo

Funda indlela umfundisi wesonto likaMoya agcina ekuthole ngayo lokho ayekufuna—iqiniso leBhayibheli.

FUNDISWA YIZWI LIKANKULUNKULU

Yini Eyokwenzeka NgoSuku Lokwahlulela?

Kunezinkolelo ezihlukahlukene eziphathelene noSuku Lokwahlulela. Ingabe kufanele ulwesabe? Luyofezani?

Umusa—Ubalulekile Emehlweni KaNkulunkulu

Ingabe kufanele ukukhathalele ukuba nomusa kubo bonke abantu? UNkulunkulu uyibheka kanjani le mfanelo?

SONDELA KUNKULUNKULU

“Izizwe Ziyokwazi Ukuthi NginguJehova”

Abaningi basola uNkulunkulu ngokungabi nabulungisa nokuhlupheka okusemhlabeni. UNkulunkulu uyolihlanza kanjani igama lakhe?

Ingabe Bewazi?

Zazithunyelwa Kanjani Izincwadi Ezikhathini ZeBhayibheli? Kwakuthengwa futhi kuthengiswa kanjani kwa-Israyeli wasendulo?

IMIBUZO EVELA KUBAFUNDI BALO MAGAZINI

Ingabe OFakazi BakaJehova Banabo Abafundisi Besifazane?

Uma benabo, balandela siphi isibonelo esiseBhayibhelini? Iyini inkonzo yabo?

Ukushumayela Eningizimu Ekude Lé YeYurophu

Uhambo oluyinselele oluya eGavdos, isiqhingi esiseningizimu yeKrethe, kodwa olwaba injabulo.

Igama LikaNkulunkulu Lenziwa Laziwe NgesiSwahili

Funda ngendlela igama likaNkulunkulu elithi Jehova elafakwa ngayo eBhayibhelini lesiSwahili.

FUNDISA IZINGANE ZAKHO

UGehazi Wajeziswa Ngenxa Yokuhaha

UGehazi wathatha izinto okungezona ezakhe. Yini esingayifunda kulokhu?