INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Julayi 2014

Lo magazini uqukethe izihloko ezifundwayo zika-September 1 kuya ku-September 28, 2014.

Bazinikela Ngokuzithandela—EMicronesia

Ngokuvamile, abantu abavela kwamanye amazwe abakhonza kulezi ziQhingi ZasePacific babhekana nezinselele ezintathu ezifanayo. Laba bashumayeli bezindaba zoMbuso babhekana kanjani nalezi zinselele?

“UJehova Uyabazi Abangabakhe”

‘Isisekelo nophawu’ okukhulunywe ngakho kweyesi-2 Thimothewu 2:19 kusiza kanjani ekuboneni labo abangabakaJehova?

Abantu BakaJehova ‘Bayakulahla Ukungalungi’

Inkulumo ethi ‘ukulahla ukungalungi’ ihlobene kanjani nezenzakalo zangosuku lukaMose? Iziphi izifundo esingazifunda kulezo zenzakalo?

INDABA YOKUPHILA

Ukulahlekelwa Ubaba—Ukuthola UBaba

Funda indaba yokuphila kaGerrit Lösch oyilungu leNdikimba Ebusayo.

“Ningofakazi Bami”

Kusho ukuthini ukubizwa kwethu ngokuthi singoFakazi BakaJehova?

“Nizoba Ofakazi Bami”

Kungani uJesu athi “nizoba ofakazi bami,” hhayi bakaJehova? Singayilondoloza kanjani intshiseko yethu emsebenzini wokufakaza?