PHAPHAMA! Novemba 2013 | Izimiso Zokuziphatha Ezizuzisa Ngempela

Izimiso zethu zithonya izinto esizibeka kuqala ekuphileni, ubuhlobo bethu nabanye, nesiqondiso sokuziphatha esisinikeza izingane zethu. Cabangela izimiso ezine ezisekelwe eBhayibhelini ezingasizuzisa ngempela ekuphileni.

Ukubuka Okwezwe

Izihloko zihlanganisa: Intela yesonto eJalimane, umphumela ukuncoma okuba nawo engqondweni, kanye nokwanda kwabantu abathi “abasonti” emhlabeni jikelele.

USIZO LOMNDENI

Indlela Yokukhuluma Nengane Yakho Ngokuthumelelana Imiyalezo Yocansi

Ungalindi ukuba umntanakho aze angene engozini yokuhileleka kulo mkhuba. Xoxani ngezingozi zokuthumelelana imiyalezo yocansi.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Izimiso Zokuziphatha Ezizuzisa Ngempela

Umbono ovamile uwukuthi, ‘Uma kuthi kwenze, kwenze. Landela inhliziyo yakho.’ Ingabe indlela enjalo yokucabanga ihlakaniphile? Bona indlela iBhayibheli elilungiselele ngayo izimiso ongazethemba.

INGXOXO NOTHILE

Umdlali Wopiyano Oyingcweti Uchaza Ngokholo Lwakhe

Umculo ngokwawo wathonya owayengakholelwa kuNkulunkulu ukuba akholelwe kuye njengoMdali. Yini eyamenza wakholwa ukuthi iBhayibheli livela kuNkulunkulu?

Ukubhekana Nezinselele Zokunqamuka Kokuya Esikhathini

Uma wena nosondelene nabo nikuqonda ngokwengeziwe ukunqamuka kokuya esikhathini, niyokuhlomela kangcono ukubhekana nezinkinga ezihlobene nakho.

UMBONO WEBHAYIBHELI

Umshado

Funda ukuthi izindima uNkulunkulu azabele indoda nowesifazane zingabasiza kanjani abashadile ukuba baphumelele futhi bajabule emshadweni.

Ingabe Uhlale “Unedili Njalo”?

Funda ukuthi ungagxila kanjani ezintweni ezakhayo naphezu kwezinkinga futhi ube nenjabulo ngaphakathi

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Ingabe Ukhathazeke Ngokweqile Ngendlela Obukeka Ngayo?

Uma ikukhathaza indlela umzimba wakho obukeka ngayo, ungaba kanjani nombono olinganiselayo ngawe?

Ngenzenjani Uma Nginenkinga Yempilo? (Ingxenye 1)

Abasha abane bachaza ngezinto ezibasizayo ukuze babhekane nezinkinga zabo zempilo futhi bahlale benombono oqondile.

Kungani Ngizisika?

Ukuzilimaza kuyinkinga kubantu abaningi abasha. Uma uthambekele kulo mkhuba, ungaluthola kanjani usizo?

Okushiwo Ontanga Yakho Ngokuhlehlisa Izinto

Yizwa lokho okushiwo intsha ngezingozi zokuhlehlisa izinto nezinzuzo zokusebenzisa isikhathi sakho ngokuhlakanipha.

UJosefa Usindisa Ukuphila Kwabantu

Zithathele le ndaba futhi ufunde ngoJosefa, owasetshenziswa uNkulunkulu ukuba asindise isizwe sonke.