Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Julayi 3-​9

HEZEKELI 11-14

Julayi 3-​9
  • INgoma 52 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Ingabe Unenhliziyo Elalelayo?”: (10 imiz.)

    • Hez 11:17, 18—UJehova wathembisa ukuthi u-Israyeli wayeyophinde amkhonze ngeqiniso (w07 7/1 11 ¶4)

    • Hez 11:19—UJehova angasinika inhliziyo esabelayo esiqondisweni sakhe (w16.05 17 ¶9)

    • Hez 11:20—UJehova ufuna sikusebenzise ekuphileni kwethu lokho asifundisa kona

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Hez 12:26-28—Imuphi umsebenzi la mavesi awuthwesa izinceku zikaJehova? (w07 7/1 13 ¶8)

    • Hez 14:13, 14—Ukubizwa ngamagama kwalezi zinceku zikaNkulunkulu kusifundisani? (w16.05 30 ¶13; w07 7/1 13 ¶9)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Hez 12:1-10

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lungiselela Izintshumayelo Zale Nyanga: (15 imiz.) Ingxoxo esekelwe kwesithi “Izintshumayelo Ezisikiselwe.” Dlala i-video ngayinye yentshumayelo, bese nixoxa ngokuvelele kuyo.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU