Kushunyayelwa endlini ngendlu e-Italy

INCWAJANA YOMHLANGANO WOKUPHILA NENKONZO Julayi 2017

Izintshumayelo Ezisikiselwe

Izintshumayelo ezisikiselwe ze-Nqabayokulinda nokufundisa iqiniso mayelana nezinkinga zokuphila. Zisebenzisele ukuzenzela ezakho izintshumayelo.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Ingabe Unenhliziyo Elalelayo?

Inhliziyo ihileleke kanjani ezinqumweni zethu eziphathelene nokuzijabulisa, ukugqoka nokuzilungisa? Kusho ukuthini ukuba nenhliziyo elalelayo?

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Uyazigcina Yini Izithembiso Zakho?

Sifundani eNkosini uZedekiya ngemiphumela yokuphula izithembiso?

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Lapho UJehova Ethethelela, Ingabe Uyakhohlwa?

Iziphi izibonelo zeBhayibheli ezibonisa ukuthi uJehova uyathethelela? Indlela aphatha ngayo uDavide, uManase noPetru isisiza kanjani ukuba sikholelwe ukuthi uyathethelela?

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Ingabe Uyazithethelela?

Kungaba nzima ukuzithethelela ngenxa yamaphutha angesikhathi esedlule ngisho noma uJehova esesithethelele. Yini engasiza?

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Ubukhosi Bungobalowo Onelungelo Elingokomthetho

Isiprofetho sikaHezekeli senkosi enelungelo elingokomthetho sagcwaliseka kanjani kuJesu? Lokhu kusifundisani ngoJehova uNkulunkulu?

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Ukubonisa Inhlonipho Lapho Simi Emnyango Emakhaya Abantu

Lapho simi emnyango emakhaya abantu, abaninikhaya bangase basibuke noma basilalele singababoni. Singayibonisa kanjani inhlonipho simi lapho?

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Isiprofetho Sokubhujiswa KweThire Sisenza Silethembe Nakakhulu IZwi LikaJehova

Isiprofetho sikaHezekeli ngokubhujiswa kweThire sagcwaliseka ngokunembile ngendlela emangalisayo.