Dlulela kokuphakathi

Ukuhlanganyela Amaqiniso EBhayibheli

Funda ngalokho oFakazi BakaJehova ababhekane nakho njengoba behlanganyela iZwi likaNkulunkulu nomyalezo walo weqiniso nabantu abaningi ngangokunokwenzeka.

Usizo Ezisebenzini Zasezibhedlela Ezibhekene Nokucindezeleka

Basithola kanjani isikhuthazo esiwusizo abahlengikazi nezisebenzi zasesibhedlela phakathi ne-COVID-19?

Baqhubekile Nokushumayela Phakathi Nobhubhane

Abafowethu nodadewethu bayaqhubeka bejabula futhi bebheka izinto ngendlela efanele kuyilapho bezama ezinye izindlela zokudlulisa umyalezo weBhayibheli oduduzayo.

Isikhukhula Esaletha Izindaba Ezinhle

Ngemva kwemvula enamandla, abantu baseNicaragua bathola usizo endaweni ababengayilindele.

Imithandazo Yowesifazane Oyimpumputhe Iyaphendulwa

UMingjie wathandazela ukuthola amaKristu eqiniso. Yini eyamenza wezwa ukuthi imithandazo yakhe iphenduliwe?

Isifundo SeBhayibheli Esisodwa Saba Eziningi

OFakazi BakaJehova eGuatemala bakwazi ukufinyelela abangu abaningi abakhuluma isiKekchi ngeqiniso leBhayibheli.

Umfundisi Uthola Izimpendulo

Ngemva kokugula nokushona kwendodana yabo, umfundisi nomkakhe bakhala kamunyu. Kodwa kamuva bathola izimpendulo ezanelisayo eziphathelene nemibuzo ephathelene nokufa.

Babezitshela Ukuthi Umfundisi

Omunye uFakazi kaJehova eChile wathola ithuba elingavamile lokuhlanganyela izindaba ezinhle nokuchaza ukuthi kwakungeyona intando kaNkulunkulu ukuba abantu bafe.

Uhambo Oluya Enhla NoMfula IMaroni

Iqembu loFakazi abangu-13 lithatha uhambo oluya ehlathini lemvula lase-Amazon eliseNingizimu Melika liyoxoxa nabantu abahlala lapho ngethemba eliseBhayibhelini.

UJoseph Uphelezelwa Iphoyisa

Kulesi siqhingi esincane, amaphoyisa abasiza kanjani oFakazi bakaJehova bashumayele izindaba ezinhle zikaNkulunkulu?

Bama Ukuze Basize

Kungani intsha enhlanu yanqoba amakhaza abandayo ukuze isize umakhelwane?

“Isenzo Esisodwa Esincane Sokwethembeka”

Thola ukuthi kungani omunye woFakazi BakaJehova eNingizimu Afrika enza umzamo omkhulu wokubuyisela isikhwama somuntu esasisale esitolo sekhofi.

“Ngenzela UJehova Lokho Engikwazi Ukukwenza”

Nakuba eneminyaka ecela ku-90, izincwadi zika-Irma ezikhuluma ngeBhayibheli zithinte izinhliziyo zabaningi.

Batshele Ukuthi Uyabathanda

Funda ngendlela iBhayibheli elasiza ngayo umndeni waba nobudlelwane obufudumele nobujabulayo

“Kuyindlela Entsha!”

Ama-video asengosini ethi jw.org akhanga othisha, abeluleki nabanye.

Isenzo Esisodwa Somusa

Isenzo esisodwa somusa samsiza kanjani umuntu ophikisayo ukuba afune ukufunda amaqiniso aseBhayibhelini?

Ungalokothi Ulilahle Ithemba!

Akufanele nanini ulilahle ithemba lokuthi othile uyogcina elamukele iqiniso. Funda ngabathile abalamukela nokuthi kungani.

UHulda Wawufinyelela Umgomo Wakhe

UHulda wayithola kanjani ithebhulethi eyayizomsiza ensimini nasemihlanganweni yobuKristu?

Umkhankaso Ohlelwe Kahle Uthela Izithelo

Funda ngendlela intombazane eneminyaka eyishumi eyasebenza kanzima ngayo ukuze imeme bonke abakhuluma isiMapudungun esikoleni efunda kuso ukuba beze esenzakalweni esikhethekile.

Ungakwazi Yini Ukubheka Ngale Kokubukeka Kwangaphandle?

Kwenzakalani lapho omunye woFakazi BakaJehova eshumayeza ngesineke kumuntu owayengathandeki futhi ongafuni ukunakwa ozihlalela emgwaqeni?