IsiZulu
Obekufakwe Ekhasini Lokuqala
/assets/ct/79e1b14fff/images/syn_placeholder_sqr.png

Obekufakwe Ekhasini Lokuqala

 

Ziyini “Izihluthulelo Zombuso”?

Lezi zihluthulelo kwakungezokuvula ini, ukuze kuzuze bani? Ubani owavula ngazo?

Ososayensi Basixwayisa Ngesimo Sezulu Esiyingozi Kakhulu U-El Niño

U-El Niño oyingozi kakhulu ungaba nomthelela omubi kakhulu esimweni sezulu emhlabeni wonke. Ingabe isimo sezulu esibi kakhulu sigcwalisa isiprofetho seBhayibheli futhi yiliphi ithemba esilinikezwa iBhayibheli?

IZwi LikaNkulunkulu Liyiqiniso—INsiza-kufunda YeBhayibheli

Funda okwengeziwe ngencwadi ngayinye yeBhayibheli futhi ujulise ukutadisha kwakho ngalokho okwakwenzeka lapho incwadi ibhalwa, ukufingqwa kwayo nemibuzo ewusizo.

Ukuphepha Kwabesifazane—Umbono WeBhayibheli

Ukuphepha kwabesifazane kubalulekile kuNkulunkulu. Thola ukuthi kungani ebakhathalela nokuthi yini azoyenza ngokuphathwa kabi kwabo.

Indlela Abayizimpumputhe Abasizwa Ngayo

Thola ukuthi oFakazi BakaJehova babaxoxela kanjani abantu abayizimpumputhe nabangaboni kahle ngethemba eliseBhayibhelini.

Uhulumeni Ongcono Ungawenza Yini Umhlaba Ube Nokuthula?

Awukho uhulumeni wabantu ongaletha ukuthula emhlabeni wonke. Kodwa uMdali wethu angakuletha​​—⁠futhi uzokuletha!

Ngingenzenjani Uma Ngihlukunyezwa Kuyi-Internet?

Okufanele ukwazi, nongakwenza ukuze uzivikele.

Kungani Kufanele Ngithandaze? Ingabe UNkulunkulu Uzongiphendula?

Ukuthi uNkulunkulu uzokuphendula yini lapho uthandaza kuxhomeke kakhulu kuwe.

Ungalethemba Yini IBhayibheli?

Zitholele ngokwakho esifundweni sethu seBhayibheli samahhala.

 

Yini Eyenza Abantu Abaningi Kangaka Babe Nomzwangedwa?

Thola ukuthi yini eyenza abantu babe nomzwangedwa nokuthi yini eyenza abantu bazehlukanise nabanye.

Iqiniso Ngekusasa

Qinisa ithemba lakho kulokho uNkulunkulu akushoyo ngekusasa lomhlaba nabantu abazohlala kuwo.

Amakhono Abalulekile Azokusiza Ekuphileni

Lezi zihloko namavidiyo kungakusiza ufunde amakhono abalulekile ongawasebenzisa ekuphileni.

 

Indlela Uthando LukaNkulunkulu Olungakusiza Ngayo

ImiBhalo isisiza sakhe ukholo ezithembisweni zikaNkulunkulu zekusasa.

Indlela Yokulawula Ukukhathazeka

Yimaphi amacebiso namavesi eBhayibheli angakusiza ungakhathazeki ngokungadingekile?