EJapane
OFakazi Banikeza Usizo Ngemva Kwezikhukhula EJapane
Ngemva nje kwenhlekelele eyabangelwa yizikhukhula, amavolontiya aqala umsebenzi wokulungisa umonakalo obe khona ezindlini nasemaHholo Ombuso oFakazi.
OFakazi Basiza Abantu Abasinde Ekukhukhulekeni Kodaka EHiroshima
Izimvula ezinamandla eHiroshima zabangela ukuba kukhukhuleke udaka, okwabulala abantu abangaba ngu-74 futhi kwashiya abangaphezu kuka-1 600 bengenamakhaya. Ngokushesha, ihhovisi legatsha loFakazi BakaJehova eJapane lahlela izisebenzi zokuzithandela ukuba zisize ngokukhuculula udoti.
EJapane—Ukwakha Ukuphila Okusha Ngemva Konyaka!
OFakazi BakaJehova basaqhubeka benikeza usizo olungokoqobo kulabo abasinda ekuzamazameni komhlaba ne-tsunami.

