E-Azerbaijan
-
OFakazi BakaJehova—1 824
-
Amabandla—24
-
Ababekhona eSikhumbuzweni sokufa kukaKristu—3 783
-
Inani labantu okufanele lifinyelelwe uFakazi KaJehova ngamunye—5 725
-
Inani labantu—10 225 000
-
OFakazi Ababoshelwe Ukholo Lwabo—0
URashad Niftaliyev Uhlawulisiwe Futhi Waboshelwa Ukuhlanganyela Emihlanganweni Engokwenkolo
Usejeziswa okwesibili ezinyangeni ezingu-14, nakuba i-Azerbaijan ingenawo umthetho owenqabela ukubuthana ngenjongo yokukhulekela.
Ukuhlukunyezwa Ngenxa Yenkolo Kuyadlondlobala E-Azerbaijan
Iziphathimandla ziphazamisa imisebenzi yokukhulekela enokuthula ngokuhlawulisa oFakazi BakaJehova kanzima futhi zibabophe. Ingabe lokhu kungabi nabulungisa kuzolungiswa?
OFakazi BakaJehova E-Azerbaijan Bafake Isikhalazo Enkantolo YaseYurophu Yamalungelo Abantu
I-Azerbaijan ithi iyisibonelo endabeni yenkululeko engokwenkolo, kodwa oFakazi BakaJehova abayitholi inkululeko engokwenkolo.

