Yini Entsha?
PHAPHAMA!
Ungenzenjani Uma Unomzwangedwa?
Funda ukuthi kungani abantu abaningi benomzwangedwa, uthole indlela yokuwunqoba ubone nokuthi ungasondelana kanjani nabanye abantu.
IZINDABA ZOKUPHILA
UJosette Garcia: Ukushumayela Amashumi Eminyaka Kwelinye Lamazwe Ashisa Kakhulu Emhlabeni
KuJosette, ukuphila eMali kwakunezinselele. Kodwa wakujabulela ukukhonza lapho iminyaka eminingi njengephayona elikhethekile futhi kamuva njengesithunywa sevangeli.
UMCULO
Umculo Wamazwe Ahlukahlukene
INGABE KWADALWA?
Ikhono Le-Glass Frog Lokwenza Igazi Lingabi Namahlule—Ingabe Kwadalwa?
Leli xoxo elincane liyisa amangqamuzana abomvu amaningana esibindini salo, ngokuvamile okungenza kube nehlule elingafaka impilo engcupheni. Pho liphila kanjani?
IZIHLOKO EZENGEZIWE
IBhayibheli Lingabasiza Kanjani Abahlukunyezwe Ubugebengu?
Ingabe uhlukumezekile ngenxa yokuthile okwenzeke kuwe? Nazi izinto ezinhlanu ezingakusiza ube ngcono.

