INQABAYOKULINDA Febhuwari 2015 | Ongakwenza Ukuze Uthande Umsebenzi Owenzayo
Abantu abaningi bayakuthanda ukusebenza futhi lokho kubazuzisa kakhulu. Yini eye yabasiza ukuba babe nombono omuhle ngomsebenzi onzima?
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Ukwenza Umsebenzi Onzima —Ingabe Kuyisidala?
Abanye abantu bacabanga ukuthi ukwenza umsebenzi onzima kubehlisa isithunzi. Kanti abanye abaningi bayakuthanda ukusebenza kanzima. Yini eye yabasiza ukuba bathole ukwaneliseka emsebenzini wabo
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Ongakwenza Ukuze Uthande Umsebenzi Onzima
Cabangela ezinye izindlela iBhayibheli elinikeza ngazo iseluleko esiwusizo sokuthola injabulo nokwaneliseka emsebenzini wakho.
INGXOXO NOMAKHELWANE
Kungani Kufanele Sihlole IBhayibheli?
Nakuba iBhayibheli liyincwadi yakudala, iseluleko salo sisasebenza nanamuhla. Izimiso zeBhayibheli zingakusiza kanjani kuzo zonke izingxenye zokuphila?
IBHAYIBHELI LISHINTSHA UKUPHILA
Ngazithanda Izimpendulo ZeBhayibheli Ezicacile Nezinengqondo
U-Ernest Loedi wathola izimpendulo zeminye yemibuzo ebaluleke kakhulu ekuphileni. Izimpendulo zeBhayibheli ezicacile zimnike ithemba langempela ngekusasa.
LINGISA UKHOLO LWABO
“Izincazelo Akuzona Yini EzikaNkulunkulu?”
Yini eyenza uJosefa wakwazi ukuchaza ngesibindi iphupho lenduna yabaphathindebe, elenduna yababhaki nelikaFaro? Kwenzeka kanjani ukuba uJosefa asuke etilongweni aye esigodlweni ngosuku nje olulodwa?
Izimpendulo Zemibuzo YeBhayibheli
Cabanga ngokuthula nokulondela okungalethwa uhulumeni obusa umhlaba wonke. Kungani singasethemba isithembiso sikaNkulunkulu sokuletha uhulumeni onjalo? Ubani ozoba umbusi wawo ofanelekayo?
Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet
Ingabe IBhayibheli Liyincwadi Yokuhlakanipha Kwabantu?
Phawula ukuthi iBhayibheli lithini ngalo.

