INQABAYOKULINDA Disemba 2014 | Ungasondela KuNkulunkulu

Ingabe uNkulunkulu ubonakala ekude noma eqhelile kuwe? Ingabe wake wazibuza ukuthi kungenzeka yini ube umngane kaNkulunkulu?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Ingabe Uzizwa Usondelene NoNkulunkulu?

Izigidi zabantu ziyaqiniseka ukuthi uNkulunkulu uzibheka njengabangane bakhe.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Ingabe Uyalazi Futhi Uyalisebenzisa Igama LikaNkulunkulu?

Empeleni uNkulunkulu uye wazazisa kithi ngokuthi athi: “NginguJehova. Yilelo igama lami.”

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Ingabe Uyakhuluma NoNkulunkulu?

Sikhuluma noNkulunkulu ngomthandazo, kodwa singamlalela kanjani?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Uyakwenza Yini Lokho UNkulunkulu Akufunayo?

Ukulalela uNkulunkulu kubalulekile, nokho kudingeka okungaphezu kwalokho ukuze sibe abangane bakhe.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Ayikho Indlela Yokuphila Engcono Kunale

Izinto ezintathu ongazenza ukuze ube nobuhlobo obuseduze noNkulunkulu.

ITimgad—Umuzi Ogqibekile Wembula Izimfihlo Zawo

AmaRoma asendulo asebenzisa amacebo obuqili ukuze abe nokuthula nezizwe ezazifuduka njalo zaseNyakatho Afrika.

IMIBUZO EVELA KUBAFUNDI BALO MAGAZINI

Liyini Iqiniso NgoKhisimusi?

Umsuka wamasiko kaKhisimusi ungakumangaza.

“Ukuqondisisa Komuntu Ngokuqinisekile Kubambezela Intukuthelo Yakhe”

Ukulandisa okumayelana noDavide, inkosi yakwa-Israyeli, kungakusiza ulawule imizwa yakho lapho uphathwa kabi noma ucasulwa.

Ingabe Kufanele Ngiboleke Imali?

Ukuhlakanipha kweBhayibheli kungakusiza ukuba unqume.

Izimpendulo Zemibuzo YeBhayibheli

Ungakusebenzisa kanjani okushiwo iBhayibheli ukuze ufinyelele inhliziyo yengane yakho?

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Ingabe UNkulunkulu Ungamandla Angaphili?

IBhayibheli lithi uNkulunkulu wadala zonke izinto, kodwa ingabe unendaba nathi?