INQABAYOKULINDA Mashi 2014 | Lokho UNkulunkulu Akwenzele Kona

UNkulunkulu usinikeza ukuphila nezinto esizidingayo ukuze sijabule, kodwa ingabe usinika lokho kuphela?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Lokho UNkulunkulu Akwenzele Kona

Umthetho kaNkulunkulu othi “umphefumulo ngomphefumulo” uyasiza ekuchazeni ukuthi kungani uNkulunkulu “anikela ngeNdodana yakhe ezelwe yodwa.”

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Isenzakalo Okungafanele Sikuphuthele

Sicela uze eSikhumbuzweni sokufa kukaJesu.

INDABA YOKUPHILA

Ukuthola Amandla Ebuthakathakeni

Owesifazane ohamba ngesihlalo sabakhubazekile uthola “amandla angaphezu kwavamile” ngokholo lwakhe.

Ukuxuba Izinkolo—Ingabe Kuyindlela KaNkulunkulu?

Ingabe kumelwe senze noma yini ukuze sithole ubunye nokuthula? Impendulo yeBhayibheli isho okuhlukile.

Ukwenza IZwi LikaNkulunkulu Laziwe ESpain Yangenkathi Ephakathi

Abantu abakopishela imiBhalo eziletini bafana ngani nabantu abathumela amaBhayibheli ngomshoshaphansi?

Izimpendulo Zemibuzo YeBhayibheli

Isono somuntu wokuqala, u-Adamu, nokufa kukaJesu kuhlobene. Kanjani?

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Lithini IBhayibheli Ngama-Easter?

Funda ngomsuka wamasiko amahlanu eholidi lama-Easter.