INQABAYOKULINDA Okthoba 2012 | Inkohlakalo—Yande Kangakanani?

Ziyini izimbangela zenkohlakalo? Lezi zihloko zikhuluma ngazo nekhambi lazo.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Inkohlakalo—Yande Kangakanani?

Imiphumela yenkohlakalo iyabonakala futhi ikhona emhlabeni wonke, ngezinye izikhathi iba mibi nakakhulu.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Kungani Inkohlakalo Iqhubeka?

IBhayibheli lembula amathonya amathathu amabi abangela ukuhlupheka nosizi.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Ungakwazi Yini Ukwethembeka Ezweni Elinenkohlakalo?

Funda indlela abantu ababili abathola ngayo izinzuzo ngokwethembeka nangokuphila ngemithetho yeBhayibheli yokuziphatha.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Inkohlakalo Izophela!

UNkulunkulu uzothatha isinyathelo sokuqeda inkohlakalo emhlabeni wethu. Uzokwenza kanjani lokho?

INDABA YOKUPHILA

Amandla EZwi LikaNkulunkulu Emndenini WamaHindu

Kungani umndeni wamaHindu wathola ukuthula nethemba lapho ufunda iBhayibheli?

INGXOXO NOMAKHELWANE

Ingabe UNkulunkulu Ujezisa Abantu Esihogweni Somlilo?

Kunezizathu ezinhle zokukholelwa ukuthi uNkulunkulu akenzeleli, ngisho nalapho ejezisa abantu ababi.

Ingabe Bewazi?

Ingabe amaKristu abaleka eJudiya ngaphambi kokuba iJerusalema libhujiswe ngo-70 C.E.? Ayengobani “amadodana abaprofethi”?

FUNDISWA YIZWI LIKANKULUNKULU

Ungaphila Yini Phakade?

UMthombo wokuphila, uJehova uNkulunkulu, angabanika abanye ukuphila okuphakade futhi uye wathembisa ukwenza lokho.

SONDELA KUNKULUNKULU

“OMdala Wezinsuku Wahlala Phansi”

Ubani oMdala Wezinsuku futhi usho ukuthini umbono kaDaniyeli?

LINGISA UKHOLO LWABO

“Owesifazane Ovelele”

URuthe umMowabikazi wayengowesifazane ompofu owayehlala kwa-Israyeli. Kungani ebizwa ngokuthi “owesifazane ovelele”?

IMIBUZO EVELA KUBAFUNDI BALO MAGAZINI

Ingabe Injabulo Ixhomeke Emshadweni?

Ingabe amaKristu angashadile angajabula? IBhayibheli linikeza umKristu umbono ofanele ngomshado nesibonelo esiphele somuntu owahlala engashadile.

IBhayibheli Lishintsha Ukuphila

Abantu ababili bayiyeka kanjani imikhuba yabo emibi kuhlanganise utshwala nezidakamizwa, ukuze bathole injabulo yangempela?

UKUFUNDA IZINDABA ZEBHAYIBHELI

Kuqaphe Ukufuna Ukuvelela!

Indodana yesithathu yeNkosi uDavide, u-Absalomu, yayifuna ukumketula esihlalweni sobukhosi, kodwa ukufuna kwakhe ukuvelela kwamlahlekisela kakhulu.