INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Septhemba 2013

Lo magazini uzodingida indlela yokwenza izinqumo ezihlakaniphile, yokuqinisa ubuhlobo bethu noJehova uNkulunkulu futhi sizuze ezikhumbuzweni zakhe.

Vumela Ukuqhathanisa Kukusize

UJesu wakusebenzisa kaningi ukuqhathanisa. Funda ukuthi ungakusebenzisa kanjani ukuqhathanisa ukuze usize abanye bafunde iqiniso leBhayibheli.

Izikhumbuzo ZikaJehova Zithembekile

UJehova ubelokhu esebenzisa izikhumbuzo ukuze aqondise abantu bakhe. Kungani singazethemba izikhumbuzo zikaNkulunkulu namuhla?

Yenza Izikhumbuzo ZikaJehova Zibe Ukwethaba Kwenhliziyo Yakho

Ingabe siyakujabulela ukulalela imiyalo kaNkulunkulu, noma ngezinye izikhathi siyibona iwumthwalo? Singakuhlakulela kanjani ukuzethemba izikhumbuzo zakhe?

Ingabe Usuye Waguqulwa?

Kungani wonke amaKristu kumelwe akhathazeke ‘ngokuguqulwa’? Lokhu kuguqulwa kuhilelani, futhi singaphumelela kanjani?

Yenza Izinqumo Zakho Ngokuhlakanipha

Singaqiniseka kanjani ukuthi izinqumo zethu zivumelana nentando kaNkulunkulu? Yini engasisiza ukuba senze ngokuvumelana nezinqumo zethu lapho sesizenzile?

Ukuphayona Kuqinisa Ubuhlobo Bethu NoNkulunkulu

Hlola izindlela ezingu-8 ukuphayona okungaqinisa ngazo ubuhlobo bakho noJehova. Yini engakusiza ukuba uqhubeke ukulolu hlobo lwenkonzo enomvuzo?

Imibuzo Evela Kubafundi

Kungani uJesu akhala izinyembezi ngaphambi kokuvusa uLazaru, njengoba kuchazwe kuJohane 11:35?