INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Disemba 2012

Lo magazini udingida lokho okushiwo impumelelo yangempela ekuphileni. Funda nangendlela oFakazi BakaJehova abanobunye ngayo njengabazalwane bomhlaba wonke.

Qaphela Ukusebenzisa IBhayibheli Ngendlela Ebonisa Ukukholelwa Ezeni

Abanye abantu bakholelwa ukuthi iBhayibheli linamandla okwenza imilingo. Wena ucabangani? Ungazuza kanjani ngempela kulokho iBhayibheli elikufundisayo?

Thola Impumelelo Yangempela Ekuphileni

Kusho ukuthini ukuba ophumelelayo ekuphileni? Cabanga ngesibonelo seNkosi uSolomoni nesomphostoli uPawulu.

Ungumphathi Othenjwayo!

Bonke abantu abakhonza uNkulunkulu bangabaphathi. Iziphi izimiso ezintathu ezingasisiza ukuba sifeze lo mthwalo?

Imibuzo Evela Kubafundi

AmaKristu kufanele akubheke kanjani ukugcinwa kwemibungu? Abantu abafundelwayo bangakwazi kanjani ukufanelekela ukubhapathizwa uma bengenakuwubhalisa umshado wabo?

Ingabe Uyakhumbula?

Ingabe ubafunde ngokucophelela omagazini bamuva be-Nqabayokulinda? Zihlole ubone ukuthi ukuthi kungakanani okukhumbulayo.

Ukulondoloza Ukuma Kwethu ‘Njengezakhamuzi Zesikhashana’

Kusho ukuthini ukuba “izakhamuzi zesikhashana” kulesi simiso? Yini elindeleke kuwo wonke amaKristu eqiniso?

“Izakhamuzi Zesikhashana” Zinobunye Ekukhulekeleni Kweqiniso

OFakazi BakaJehova bashumayela kanjani ngobunye njengabazalwane bomhlaba wonke?

INqabayokulinda Eyenziwe Lula—Kungani Ibe Khona?

Funda ngendlela abantu abadala nabancane abazuza ngayo kule Nqabayokulinda.

Uhlu Lwezihloko Ze-Nqabayokulinda Ka-2012

Uhlu lwazo zonke izihloko ezanyatheliswa kuyi-Nqabayokulinda ka-2012 ezihlelwe ngokwezihloko zezindaba