Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

PHAPHAMA! No. 6 2017 | Usengalungiseka Yini Umhlaba?

Kungani umhlaba ubonakala sengathi awusalawuleki?

IBhayibheli lithi: “Akukona okomuntu ohambayo ngisho nokuqondisa isinyathelo sakhe.”​—Jeremiya 10:23.

Lo magazini uchaza ukuthi kungani abantu abaningi bekholelwa ukuthi izimo zomhlaba zizoba ngcono.

 

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Usengalungiseka Yini Umhlaba Noma Cha?

Iwashi iDoomsday elingokomfanekiso libonisa ukuthi sekuseduze kakhulu ukuba kwenzeke inhlekelele, kunangasiphi esinye isikhathi kule minyaka engaphezu kwengu-60 edlule. Kungenzeka yini leli washi liphinde libonise ukuthi kunenhlekelele ezayo?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Usengalungiseka Yini Umhlaba?​—⁠Ukufuna Izimpendulo

Abezindaba benza abaningi baphethe ngokuthi ngeke zisalungiseka izinkinga ezisemhlabeni. Zimbi ngempela yini izinto manje?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Usengalungiseka Yini Umhlaba?—Lithini IBhayibheli?

Izinto ezenzekayo namuhla iBhayibheli lazisho kudala.

USIZO LOMNDENI

Ukufundisa Izingane Ukuthobeka

Fundisa ingane yakho ukuthobeka ngaphandle kokuyenza izenyeze.

AMAZWE NABANTU

Ukuvakashela ENew Zealand

Nakuba iyisiqhingi esikude, akumangazi ukuthi iNew Zealand ivakashelwa abantu abaqhamuka kwezinye izindawo abangaphezu kwezigidi ezintathu ngonyaka, ngenxa yobuhle bayo. Yini ekhanga abantu kangaka kule ndawo?

EZASENDULO

U-Alhazen

Ngisho noma ungamazi, maningi amathuba okuthi uyazuza emsebenzini awenza.

UMBONO WEBHAYIBHELI

Igama LikaNkulunkulu

Abantu babiza uNkulunkulu uMninimandla Onke ngeziqu eziningi, kodwa unalo igama lakhe.

Uhlu Lwezihloko Ze-Phaphama! Zika-2017

Izihloko ezihlukahlukene ezikhishwe ngo-2017.

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Khuluma Iqiniso

Kungani kufanele ukhulume iqiniso njalo?

Ngingayithola Kanjani Inkolo Yeqiniso?

Ingabe ngiyayithanda le nkolo?