PHAPHAMA! No. 6 2016 | Indlela Yokunciphisa Amathuba Okuthola Izifo
Izifo ezintsha nezibuyayo zingasongela impilo yakho. Yini engakuchaya ezifweni futhi iziphi izindlela ezingcono kakhulu ongazivikela ngazo?
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Indlela Yokunciphisa Amathuba Okuthola Izifo
Nsuku zonke umzimba wakho ulwa nezitha ezinyenyayo nezingabonakali kodwa ezingakubulala.
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Zivikele Ezifweni
Cabanga ngezinto ezinhlanu ezingakuchaya ezifweni nezindlela ezingcono kakhulu ongazivikela ngazo.
INGABE KWAKLANYWA?
Izinsephe Zembaza Yasolwandle
Izimbaza zasolwandle zibambelela entweni zisebenzisa izinsephe. Ukuqonda indlela ezisebenza ngayo kungasiza ekuklameni izindlela ezintsha nezingcono zokuxhuma imishini ezakhiweni nokuhlanganisa imisipha namathambo.
USIZO LOMNDENI
Indlela Yokubonisa Inhlonipho
Inhlonipho emshadweni akuyona into yokuboniswa lapho uthandile—iyisidingo. Ungabonisa kanjani ukuthi uyamhlonipha oshade naye?
EZASENDULO
UDesiderius Erasmus
Uye wabizwa ngokuthi “usaziwayo wanamuhla wamazwe ngamazwe owayephila ngenkathi yezinguquko.” Yini eyamenza waduma kangaka?
I-clown Fish Emangalisayo
Le nhlanzi encanyana inemibala emihle futhi ibambisana ngokumangalisayo ne-anemone. Yini eyenza lobu buhlobo buhluke futhi busebenza kanjani?
UMBONO WEBHAYIBHELI
Ukugcina Isikhathi
Ukugcina Isikhathi—noma ukungasigcini—kungathinta idumela lakho. IBhayibheli lithini ngale mfanelo ebalulekile? Ungakufunda kanjani?
Uhlu Lwezihloko Ze-Phaphama! Ka-2016
Uhlu oluhlelwe ngokulandelana lwezihloko ezinyatheliswe ngo-2016.
Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet
Coceka Futhi Uhlanzeke
UJehova ubeke zonke izinto ezindaweni zazo. Funda ukuthi ungaba kanjani ococekile nohlanzekile!
Lithini IBhayibheli NgoKhisimusi?
Umlando wamasiko adumile ayisithupha okugujwa kukaKhisimusi ungakushiya umangele.