Become Jehovah's Friend

Yiba Umngani KaJehova—Amazwibela: UJehova UnguMuntu Wangempela

Ukufuna kukaKhwezi izimpendulo kwenza uJehova abe uMuntu wangempela!

Yamukela Abanye Ngomusa

Ungabenza kanjani abanye bazizwe bemukelekile? Izenzo ezingatheni ezibonisa ukwamukela abanye ngomusa zingenza umehluko omkhulu.

Ungaba Yiphayona!

Isaziso esenziwa eHholo LoMbuso senza uKhwezi acabange ukuba yiphayona.

Uthando Olukhulu Alubonisa

Thola ukuthi kungani umhlatshelo kaJesu uyisipho esikhulu.

UNkulunkulu Okhulisayo

Ingabe uyasaba ukuqhuba isifundo seBhayibheli? UJehova uzokusiza!

UJehova UnguBaba Wethu

UJehova unjengobaba onothando okulalelayo futhi okukhathalelayo.

Uyigugu KuJehova

UZoe ufunda ukuthi njengoJesu, naye angaba yigugu emehlweni kaJehova.

Yiba Umngani KaJehova Isiqephu: Uyigugu KuJehova

UZoe ufunda ukuthi ukuhluka kwabanye kungaba yinto enhle.

Ongakwenza Ukuze Ubhapathizwe

USmangele usizwa ukuba abone ukuthi yini angayenza ukuze abhapathizwe.

Yiba Ummemezeli Ongabhapathiziwe

UKhwezi ufunda ukuthi angaba kanjani ummemezeli ongabhapathiziwe.

Isifundo 47: Ubani Okufanele Abe Umngani Wami?

UJehova ufuna ube nabangani, kodwa ungaba kanjani nabangani abahle?

Yiba Umngani KaJehova—Amazwibela: Ubani Okufanele Abe Umngani Wami?

Bona ukuthi uSmangele umthola kanjani umngani omusha.

Isifundo 45: Kungani Kumelwe Sihloniphe UNkulunkulu Esingamboni?

Kungani kumelwe sihloniphe uNkulunkulu ngisho noma singamboni? Ake sibone ukuthi uSmangele uwuphendula kanjani lo mbuzo.

Isifundo 44: Ungayeki

Uzizwa kanjani lapho abantu bengafuni ukulalela izindaba ezinhle? Thola ukuthi uKhwezi noSmangele benzani bona.

ISifundo 43: UJehova Uyayiphendula Yini Imithandazo?

Ungathandaza kuJehova ucele akusize, uzokulalela.

Yiba Umngane KaJehova—Amazwibela: UJehova Uyayiphendula Yini Imithandazo?

Thola ukuthi uJehova uyiphendula kanjani imithandazo kaSmangele.

Isifundo 41: Ingabe Kufanele Sigubhe Izinsuku Zokuzalwa?

Ungabasiza kanjani abanye baqonde ukuthi kungani ungazigubhi izinsuku zokuzalwa?

Isifundo 40: UJehova Uyathethelela

Uma senze iphutha, ingabe kufanele siyeke ukuzama ukwenza okulungile? Ake sibone ukuthi uKhwezi ufundani endabeni yeBhayibheli.

Isifundo 38: Thanda Umakhelwane Wakho

Ungamlingisa kanjani umakhelwane ongumSamariya futhi ubonise uthando kumakhelwane wakho?

Isifundo 37: Ukuzidela

UJesu wayehlale ezidela ukuze asize abanye. Ungamlingisa kanjani uJesu?

Isifundo 36: Isiyalo Sibonisa Uthando

Kungani uJehova ebayala labo abathandayo?

Isifundo 35: Sisebenzise Kahle Isikhathi Sakho

Isikhathi siyisipho esivela kuJehova. Kumele usisebenzise ngokuhlakanipha.

Isifundo 34: Siza Abanye

Lapho kugadla inhlekelele, yini ongayenza ukuze usize?

Isifundo 33: Jabulisa UJehova

Okwenza nsuku zonke kungenza inhliziyo kaNkulunkulu ijabule.

Isifundo 32: Zimisele Lapho Uyoshumayela

Ngaphambi kokuba uyoshumayela kunezinto ezintathu okufanele uzifunde.

Isifundo 31: Yithande Indlu KaJehova

Uba khona yini lapho kuhlanzwa iHholo LoMbuso?

ISifundo 30: Ukukhuthazelela Ukushonelwa

Yini engasisiza sikhuthazele lapho kushona umuntu esimthandayo?

Isifundo 29: Thobeka

UKhwezi ufunda ukuthi kusho ukuthini ukuthobeka.

ISifundo 28: Khuthazela Naphezu Kwempatho Engenabulungisa

Isibonelo sikaJosefa singasisiza kanjani sikhuthazele lapho siphathwa kabi?

ISifundo 27: Zibone UsusePharadesi

Uyazibona yini ususezweni elisha?

ISifundo 26: Isihlengo

Isihlengo singasisiza kanjani lapho sibhekene nezikhathi ezinzima?

Isifundo 25: Ukwakha Abangane

Ubani ongaba umngane wakho ebandleni?

Isifundo 23: Igama LikaJehova

Ingabe uyazi ukuthi igama likaNkulunkulu lisho ukuthini?

Isifundo 22: Indoda Eyodwa, Owesifazane Oyedwa

Iyini indinganiso kaNkulunkulu ngomshado, futhi kungani kubalulekile ukunamathela kuyo?

Isifundo 21: Ungaba Nesineke!

Bukela ividiyo ukuze ubone ukuthi yini esiza uKhwezi ukuba abe nesineke.

ISifundo 20: Khuluma Iqiniso

Kungani kufanele ukhulume iqiniso njalo?

ISifundo 19: Yipha

Yiziphi izinto ezinhle ezenzeka ngoba abantu bakaJehova bephana?

Isifundo 18: Hlonipha Indlu KaJehova

Ungayihlonipha kanjani indlu yokukhonza uJehovah?

ISifundo 17: Vikela Izingane Zakho

UKhwezi noSmangele bathola amacebiso awusizo ukuze baphephe.

ISifundo 15: Lalela Emihlanganweni

Kungani kubalulekile ukulalela futhi ufunde emihlanganweni?

Isifundo 14: Lungiselela Impendulo Yakho

Yiziphi izinyathelo ezine okufanele uzithathe ukuze ulungiselele impendulo yakho yasesifundweni?

Isifundo 13: UJehova Uzokusiza Ube Nesibindi

Yini engakusiza ube nesibindi sokuxoxela abanye ngoJehova?

ISifundo 12: UKhwezi NoSmangele Bavakashela EBethel

Buka noKhwezi noSmangele izithombe zohambo lwabo lwaseBethel. Buka uhlobo lomsebenzi olwenziwa khona.

ISifundo 11: Thethelela

Kufanele umphathe kanjani umuntu okonile?

ISifundo 10: Yiba Nomusa Futhi Uphane

Bukela indlela uKhwezi nodadewabo abathola ngayo injabulo eyengeziwe lapho bephana.

ISifundo 9: ‘UJehova Wadala Zonke Izinto’

Uyazi ukuthi yini uNkulunkulu ayidala kuqala? Funda noKhwezi ukuthi izinto zadalwa kanjani ngokulandelana kwazo.

ISifundo 8: Coceka Futhi Uhlanzeke

UJehova ubeke zonke izinto ezindaweni zazo. Funda ukuthi ungaba kanjani ococekile nohlanzekile!

ISifundo 7: Ukupha Kukwenza Ujabule

Ziningi izindlela zokupha. Zikhona yini ozicabangayo?

ISifundo 6: Ngicela, Ngiyabonga

UKhwezi ufunda ukuthi ukusho la magama kwenza umehluko omkhulu.

ISifundo 5: Asiye Ensimini

Ingabe uSmangele usekulungele ukuya enkonzweni yasensimini? Bukela le video, uzilungiselele kanye naye.

ISifundo 4: Ukweba Akulungile

UNkulunkulu ukubheka kanjani ukweba? Funda u-Eksodusi 20:15. Bukela le-video futhi ufunde okwengeziwe noKhwezi.

ISifundo 3: Thandaza Noma Nini

Lesi sifundo ongazidawunilodela sona sifundisa izingane ukuthi zingakhuluma nini futhi kuphi noJehova ngomthandazo.

ISifundo 2: Lalela UJehova

Ingabe kunendaba ukuthi udlala ngamathoyizi anjani? Bukela le video ubone indlela uKhwezi aba ngayo umngane kaJehova.

ISifundo 1: Lalela Abazali Bakho

Kungani kubalulekile ukulalela abazali? Bukela le video uthole impendulo noKhwezi.

Siyaxolisa, awekho amagama afana nalawo owakhethile.