ESri Lanka
-
OFakazi BakaJehova—7 169
-
Amabandla—86
-
Ababekhona eSikhumbuzweni sokufa kukaKristu—14 806
-
Inani labantu okufanele lifinyelelwe uFakazi KaJehova ngamunye—3 083
-
Inani labantu—21 763 000
Umhlangano Okhethekile Wokuqala ESri Lanka
Kwaba nomhlangano okhethekile wokuqala ngqa eColombo, eSri Lanka. Kwafika izinkulungwane zoFakazi BakaJehova zivela emazweni ayisikhombisa.

