IZINDABA

E-Armenia

IsiZulu
E-Armenia
/assets/ct/fa815d8e9f/images/syn_placeholder_sqr.png

E-Armenia

 

  • OFakazi BakaJehova​—11 779

  • Amabandla​—125

  • Ababekhona eSikhumbuzweni sokufa kukaKristu​—25 005

  • Inani labantu okufanele lifinyelelwe uFakazi KaJehova ngamunye​—267

  • Inani labantu​—3 076 000

2015-05-05

E-ARMENIA

I-Armenia Iluqalise Ngempumelelo Uhlelo Lwenkonzo Yomphakathi Ehlukile

OFakazi BakaJehova abakulolu hlelo, abasebenza nabo, abaphathi bohlelo nezinduna baphawula ngokuba kwalo yimpumelelo.

2014-03-07

E-ARMENIA

I-Armenia Idedela Abenqaba Ukulwa Ngenxa Kanembeza

Kwenzeke kanjani ukuba leli cala eliyingqopha-mlando liphethe ngokukhululwa kwalabo abenqaba ngenxa kanembeza?

2013-12-25

E-ARMENIA

I-Armenia Idedela Bonke OFakazi BakaJehova Ababoshiwe

Ngokokuqala ngqa kusukela ngo-1993, abekho oFakazi BakaJehova ababoshelwe ukwenqaba ukuya empini ngenxa kanembeza e-Armenia.

2013-12-10

E-ARMENIA

I-Armenia Inikeza Labo Abenqaba Ukuya Empini Ngenxa Kanembeza Umsebenzi Ohlukile Wokukhonza Umphakathi

Kubonakala sengathi i-Armenia isiyawaqaphela amalungelo alabo abenqaba ukuya empini ngenxa kanembeza. OFakazi BakaJehova abaningana banikezwe umsebenzi ohlukile wokukhonza umphakathi.

2013-04-24

E-ARMENIA

I-Armenia Iyalwe Ukuba Ikhokhele Izindleko Zokuphatha Kabi OFakazi BaJehova Abangu-17

Ngomhla ka-27 November 2012, iNkantolo Yamalungelo Abantu YaseYurophu yakhipha isinqumo esithi uhulumeni wase-Armenia kumelwe ukhokhe ama-euro angu-112 000 (R1 321 600) esinxephezelo nezindleko zasenkantolo zabantu abangu-17 okwephulwa amalungelo abo ngoba benqaba ngenxa kanembeza ukuhlanganyela empini.