Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

PHAPHAMA! No. 3 2021 | Ingabe Kufanele Ukholelwe KuMdali?​​—⁠Hlola Amaqiniso

Abantu abaningi banemibono ehlukahlukene mayelana nokuthi umhlaba nezinto ezisemkhathini kanye nezinto eziphilayo kwaba khona kanjani. Lo magazini i-Phaphama! uzokusiza ukuba uzihlolele amaqiniso ngokwakho futhi unqume ukuthi yikuphi okuyiqiniso. Ingabe umhlaba nezinto ezisemkhathini kwamane kwazivelela nje noma kwadalwa? Ukwazi impendulo yalokhu kungakusiza kakhulu.

 

Unganquma Kanjani?

Imibuzo ephathelene nendalo kanye nemvelaphi yezinto eziphilayo iye yadida abaningi.

Lokho Umhlaba Nezinto Ezisemkhathini Okungasifundisa Khona

Indawo esizungezile nomhlaba kubonakala kwenziwe ngendlela yokuthi kube nezinto eziphilayo. Kungenzeka yini ukuthi kubonakala kanjalo ngenxa yokuthi kwadalwa?

Esingakufunda Ezintweni Eziphilayo

Izinto eziphilayo zenza umhlaba wethu ube muhle kakhulu. Uma sibuka izinto eziphilayo, zisitshelani ngemvelaphi yazo?

Lokho Ososayensi Abangeke Bakwazi Ukusitshela Khona

Ososayensi bangakwazi yini ukuchaza ukuthi umhlaba nezinto ezisemkhathini kwaba khona kanjani?

Lokho IBhayibheli Elisitshela Khona

Lokho elikushoyo kuyavumelana yini nalokho okutholwe isayensi?

Okwenza Kubaluleke Ukuthola Ukuthi Ukhona Yini UMdali

Uma bukwanelisa ubufakazi bokuthi uNkulunkulu uMninimandla Onke ukhona, usethubeni lokuzuza manje nangesikhathi esizayo.

Hlola Ubufakazi

Zitholele ngokwakho ukuthi sikhona yini isizathu sokukholelwa ukuthi uMdali ukhona.