Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Yiba Isisebenzi Esinekhono

Yiba Isisebenzi Esinekhono

Umbazi onekhono uyakwazi ukuwasebenzisa amathuluzi akhe. Ngokufanayo, “isisebenzi esingenamahloni ngalutho” siyazi ukuthi kufanele siwasebenzise kanjani amathuluzi aseBhokisini Lamathuluzi Okufundisa. (2Thim 2:15) Phendula le mibuzo elandelayo ukuze ubone ukuthi uyakwazi yini ukusebenzisa amanye amathuluzi ethu asensimini.

LALELA UNKULUNKULU UPHILE PHAKADE

  • Lenzelwe obani leli thuluzi?​—mwb17.03 5 ¶1-2

  • Ungalisebenzisa kanjani lapho ufunda nothile iBhayibheli?​—km 7/12 7 ¶4

  • Yiliphi elinye ithuluzi elidingekayo ukuze ulungiselele umfundi ubhapathizo?​—km 7/12 7 ¶5

IZINDABA EZINHLE EZIVELA KUNKULUNKULU!

  • Lihluke kanjani leli thuluzi kwezinye izincwadi esifundisa ngazo?​—km 3/13 4-5 ¶3-5

  • Yini okufanele uzame ukuyenza lapho unikeza umuntu le ncwadi?​—km 9/15 3 ¶1

  • Ungalisebenzisa kanjani leli thuluzi lapho ufunda nothile iBhayibheli?​—mwb16.01 8

  • Kufanele ushintshele nini encwadini ethi Lingasifundisani IBhayibheli?​km 3/13 7 ¶10

LINGASIFUNDISANI IBHAYIBHELI?

  • Kufanele siyisebenze kanjani ingxenye ethi Esikufundile nethi Imibhalo Esekugcineni?—mwb16.11 5 ¶2-3

OBANI ABENZA INTANDO KAJEHOVA NAMUHLA?