Umlando Wethu
Lama vidiyo amafushane awenza uphile umsebenzi nomlando woFakazi BakaJehova.
Umlando Wethu—Isipho Esiwumculo, Ingxenye 1
Funda ngomlando womculo, kuhlanganise nokucula nendima okuyidlalile ekukhulekeleni koFakazi BakaJehova.
Umlando Wethu—Isipho Esiwumculo, Ingxenye 2
Funda ngamaculo ahlukahlukene abesetshenziswa oFakazi BakaJehova ekukhulekeleni kwabo kuleminyaka eyikhulu edlule.
INdikimba Ebusayo Ilondoloza Ubunye—Ingxenye 1
INdikimba Ebusayo yoFakazi BakaJehova ibulondoloza kanjani ubunye kubafowabo emhlabeni wonke?
INdikimba Ebusayo Ilondoloza Ubunye—Ingxenye 2
INdikimba Ebusayo ibuthuthukise kanjani ubunye kubafowabo emhlabeni wonke?
Umlando Wethu—Imihlangano Emikhulu
Funda ngomlando wemihlangano emikhulu nemincane yoFakazi BakaJehova.
Umlando Wethu—I-MEPS Isisiza Sishumayele Ngazo ‘Zonke Izilimi’
Funda ukuthi oFakazi BakaJehova bazisebenzisa kanjani ezobuchwepheshe ukuze bakhiqize izincwadi eziphrintiwe nezifundwa ngemishini yobuchwepheshe ngezilimi ezingaphezu kweziyizinkulungwane.
Umlando Wethu—Umsebenzi Wokwakha Wenhlangano
Funda ukuthi kungani OFakazi BakaJehova bakha izakhiwo eziyizinkulungwane emhlabeni wonke.
Umlando Wethu—Ukufundisa Ngamafilimu Namavidiyo
Funda ngomlando wokuthi OFakazi BakaJehova baye bawakhiqiza kanjani amafilimu namavidiyo iminyaka engaphezu kweyikhulu.
Umlando Wethu—Ukufakaza Obala
OFakazi BakaJehova baziwa kabanzi ngomsebenzi wabo wokushumayela ezindaweni zomphakathi. Funda ngomlando womsebenzi wabo wokufundisa iBhayibheli ezindaweni zomphakathi.
Umlando Wethu—Inkonzo Yezithunywa Zevangeli
OFakazi BakaJehova baye bathumela izinkulungwane zezithunywa zevangeli emagumbini amane omhlaba. Bona umlando womsebenzi wazo.
Okunye Ongase Ukuthande
IZIHLOKO EZIWUCHUNGECHUNGE
Ezivela Ezinqolobaneni Zethu
Funda ngabantu nezenzakalo zesikhathi sanamuhla zoFakazi BakaJehova.

