Ungaba Umngane KaNkulunkulu!
Le ncwajana iklanyelwe ukukusiza uthole ukuthi ungakwenza kanjani lokho.
ISIFUNDO 1
UNkulunkulu Ucela Ukuba Ube Umngane Wakhe
Abantu abavela kuzo zonke izingxenye zomhlaba baye baba abangane bakaNkulunkulu. Nawe ungaba umngane kaNkulunkulu.
ISIFUNDO 2
UNkulunkulu Ungumngane Ongcono Kunabo Bonke Ongaba Nabo
Uzokusiza ujabule futhi uzizwe uvikelekile.
ISIFUNDO 4
Indlela Ongafunda Ngayo NgoNkulunkulu
HUNkulunkulu usenze sakwazi ufunda ngezinto azenza endulo, lokho akwenza manje, nalokho ayokwenza esikhathini esizayo.
ISIFUNDO 5
Abangane BakaNkulunkulu Bayophila Epharadesi
IPharadesi ngeke libe lifane nezwe esiphila kulo namuhla. Liyoba njani?
ISIFUNDO 7
Isixwayiso Esitholakala Kokwenzeka Endulo
Indaba kaNowa eseBhayibheli isifundisani namuhla?
ISIFUNDO 8
Zingobani Izitha ZikaNkulunkulu?
Ungakwazi ukuzibona lezi zitha futhi ukwazi ukugwema ukukhohliswa yizo.
ISIFUNDO 14
Abangane BakaNkulunkulu Bayakugwema Okubi
Yimiphi eminye yemikhuba uNkulunkulu ayizondayo?
ISIFUNDO 15
Abangane BakaNkulunkulu Benza Okuhle
Yiziphi ezinye zezinto ezinhle ezingasisiza sibe abangane bakaNkulunkulu?
ISIFUNDO 16
Bonisa Uthando Lwakho NgoNkulunkulu
TUkuze uhlale ungumngane nomuntu kumelwe uxoxe naye, umlalele, usho izinto ezinhle ngaye kwabanye. Kunjalo nangobuhlobo bethu noNkulunkulu.
ISIFUNDO 17
Ukuze Ube Nomngane, Kumelwe Ube Umngane
Njengoba uqhubeka ufunda ngoNkulunkulu, uthando lwakho ngaye luyokhula.
ISIFUNDO 18
Yiba Umngane KaNkulunkulu Kuze Phakade!
Ukuphila okuphakade kuyisipho uNkulunkulu azosinika abangane bakhe.

