ERussia
Izingxoxo: Odadewethu Abahlanu Bakhumbula Lokho Okwenzeka Lapho Amaphoyisa Ehlasela Endaweni Yase-Ufa ERussia
Abaseshi kanye namaphoyisa, bahlasela futhi basesha imizi eminingi yoFakazi BakaJehova. Laba besifazane abahlanu abangamaKristu bakhuluma ngokuthi lokho kuhlasela kwabathinta kanjani.
IVidiyo Ebonisa Iziphathimandla ZaseRussia Zigasela Phakathi Nenkonzo Enokuthula
NgoMeyi 25, 2017, amaphoyisa ahlomile nabe-Federal Security Service (FSB) bagasele phakathi nenkonzo yoFakazi BakaJehova e-Oryol, eRussia.
UMongamel’UPutin Uklomelisa OFakazi BakaJehova Ngokukhulisa Kahle Izingane
Emcimbini eKremlin, uMongameli uVladimir Putin wanika uValeriy noTatiana Novik baseKarelia abangoFakazi BakaJehova umklomelo weQembu “Labazali Abanconywayo”
Usuku Lwesihlanu Lwecala EliseNkantolo Ephakeme YaseRussia: Kubuyekezwa Amacala Abekwe OFakazi Phakathi Neminyaka Eyishumi Edlule
Abameli boMnyango Wezobulungisa eRussisa bahlulekile ukusho izizathu ezingokomthetho eziphathekayo zokuthi kungani befuna kuvalwe iHhovisi Lokuqondisa loFakazi BakaJehova.
Kwethulwa Obunye Ubufakazi Ngosuku Lwesine ENkantolo Ephakeme YaseRussia
Abameli boMnyango Wezobulungisa bahlulekile ukunikeza izizathu eziqondile ezingokomthetho zokuvala iHhovisi Lokuqondisa LoFakazi BakaJehova eRussia.
Umkhankaso Womhlaba Wonke WoFakazi BakaJehova Wokunqanda Izinsongo Zokuvinjelwa KoFakazi ERussia
IRussia isongela ukuvimbela inkolo yoFakazi ngakho banxusa iziphathimandla ngokusebenzisa umkhankaso womhlaba wonke wokubhala izincwadi. Abathanda ukuhlanganyela kulo mkhankaso bangathola izinqondiso engosini.
Ukuqulwa Kabusha Kwecala LoFakazi BakaJehova ETaganrog—Kuyophela Nini Ukungabi Nabulungisa?
Ingabe oFakazi BakaJehova abangu-16 abangahluphi muntu bazoboshelwa ukukhonza uNkulunkulu?

