Uhlelo LoMhlangano Wesifunda Othi Jabula Kuze Kube Phakade Ka-2026

ULwesihlanu

Uhlelo lwangoLwesihlanu lusekelwe kuMathewu 5:3—“Bayajabula abaqaphelayo ukuthi bayamdinga uNkulunkulu.”

UMgqibelo

Uhlelo lwangoMgqibelo lusekelwe kuyizEnzo 20:​35—⁠“Kukhona injabulo eyengeziwe ekupheni kunasekwamukeleni.”

ISonto

Uhlelo lwangeSonto lusekelwe kuMathewu 13:​16—⁠“Ayajabula amehlo enu ngoba ayabona, nezindlebe zenu ngoba ziyezwa.”

Ukwaziswa Kwabeze Emhlanganweni

Ukwaziswa okuwusizo kulabo abeze emhlanganweni.

Okunye Ongase Ukuthande

MAYELANA NATHI

Uyamenywa EMhlanganweni Wesifunda Ka-2026—“Jabula Kuze Kube Phakade”

Sikumema ngomusa ukuba ube khona emhlanganweni wesifunda wezinsuku ezintathu woFakazi BakaJehova.

IMIHLANGANO EMIKHULU

Uyamenywa: UMhlangano Wesifunda WoFakazi BakaJehova Ka-2026 Othi: “Jabula Kuze Kube Phakade”

Sivakashele eMhlanganweni Wesifunda ka-2026 onesihloko esithi “Jabula Kuze Kube Phakade” ukuze uthole ukuthi ukuba nobuhlobo obuhle noMdali kungakusiza kanjani ujabule phakade.

IMIHLANGANO EMIKHULU

Amazwibela Edrama Esekelwe EBhayibhelini: Izindaba Ezinhle NgokukaJesu: Isiqephu 4, 5, No-6

Yini eyadonsela abantu kuJesu, futhi kwenzekani lapho amazwi akhe ephikisa izinkolelo esezibe khona isikhathi eside?