Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

INQABAYOKULINDA No. 2 2018 | Lisiphatheleni Ikusasa?

LISIPHATHELENI IKUSASA?

Wake wazibuza yini ukuthi ikusasa likuphatheleni wena nomndeni wakho? IBhayibheli lithi:

“Abalungile bayokudla ifa lomhlaba, futhi bayohlala kuwo kuze kube phakade.”—IHubo 37:29.

Le Nqabayokulinda izokusiza uqonde ukuthi kungani uNkulunkulu adala abantu nomhlaba. Izokusiza wazi nalokho okufanele ukwenze ukuze uzuze lapho izithembiso zikaNkulunkulu zigcwaliseka.

 

Ukubikezela Ikusasa

Abantu basho izinto eziningi abacabanga ukuthi zizokwenzeka esikhathini esizayo.

Ingabe Ukufunda Izinkanyezi Nokubhula Kungasitshela Ngekusasa?

Ungazethemba yini lezi zindlela zokubikezela ikusasa?

Iziprofetho Esezigcwalisekile

Iziprofetho zeBhayibheli ziye zagcwaliseka ngokuphelele.

Ubufakazi Obunganakekile Bokunemba Kweziprofetho ZeBhayibheli

Isakhiwo esidala esiseRome, siwubufakazi bokunemba kweziprofetho zeBhayibheli.

Izithembiso Ezizogcwaliseka

Iziprofetho eziseBhayibhelini eziningi sezigcwalisekile, ezinye zisazogcwaliseka.

Ungaphila Phakade Emhlabeni

IBhayibheli lisitshela lokho uMdali wethu akuhlosile ngomhlaba.

Izinqumo Zakho Nekusasa Lakho!

Abanye bakholelwa ukuthi umuntu unqunyelwa kusengaphambili okuzokwenzeka ekuphileni kwakhe. Ingabe kunjalo ngempela?

“Abamnene Bayodla Ifa Lomhlaba”

IBhayibheli lisithembisa ukuthi ububi nokungabi nabulungisa kuzophela.