INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Septhemba 2019

Lo magazini unezihloko ezizofundwa ngo-Okthoba 28–Disemba 1, 2019.

UJehova Uyazithanda Izinceku Zakhe Ezithobekile

Ukuthobeka kungenye yezimfanelo ezibalulekile okudingeka sibe nazo. Izimo ezishintshayo zingakuvivinya kanjani ukuthobeka kwethu?

I-Armagedoni Iyizindaba Ezinhle!

Yiziphi izenzakalo eziyoholela e-⁠Armagedoni? Singahlala kanjani sithembekile njengoba ukuphela kusondela?

Zithobe Ngokuzithandela KuJehova

Abadala, obaba nomama bangafunda ngokuthobeka esibonelweni soMbusi uNehemiya; iNkosi uDavide; noMariya umama kaJesu

“Wozani Kimi, . . . Ngizonenza Niqabuleke”

Kusho ukuthini ukwamukela isimemo sikaJesu? Sizoqhubeka sithola ukuqabuleka ngaphansi kwejoka likaJesu uma senza izinto ezintathu.

“Bheka! Isixuku Esikhulu”

Embonweni kaJohane oyisiprofetho, uJehova wembula ukuthi “isixuku esikhulu” esizosinda osizini olukhulu futhi siphile phakade emhlabeni sasiyoba sikhulu ngesibalo futhi sivele ezizweni zonke.