INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Okthoba 2017

Lo magazini unezihloko ezifundwayo zikaNovemba 27 kuya kuDisemba 24, 2017.

INDABA YOKUPHILA

Izibusiso Zokwenza Lokho UJehova Akufunayo

Ngo-1952, u-⁠Olive Matthews nomyeni wakhe bamukela isabelo sokuthuthela e-⁠Ireland, ukuze bayophayona. Wababusisa kanjani uJehova?

Thanda “Ngezenzo Nangeqiniso”

Singabonisa kanjani ukuthi sinothando lweqiniso hhayi uthando mbumbulu?

Iqiniso Liletha Inkemba Hhayi Ukuthula

Iyini “inkemba” uJesu athi uzoyiletha, ingakuthinta kanjani?

UJosefa wase-Arimathiya Umelela Iqiniso

Yayingubani le ndoda? Yayihlobene ngani noJesu? Yini eyenza kubaluleke ukuba ufunde indaba yakhe?

Imibono kaZakariya​​—⁠Indlela Ekuthinta Ngayo

Umqulu ondizayo, owesifazane ovalelwe kubhasikidi nabesifazane ababili abandizayo. Kungani uNkulunkulu anika uZakariya le mibono?

Izinqola Nomqhele Kuyakulonda

Izintaba zethusi, izinqola ezilungele impi, nompristi ophakeme owenziwe inkosi. Umbono kaZakariya wokugcina ubaqinisekisa ngani abantu bakaNkulunkulu namuhla?

Isenzo Esisodwa Somusa

Isenzo esisodwa somusa samsiza kanjani umuntu ophikisayo ukuba afune ukufunda amaqiniso aseBhayibhelini?

Ingabe Bewazi?

Yimuphi umkhuba owabangela ukuba uJesu akulahle ukwenziwa kwezifungo?