INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Mashi 2019

Lo magazini unezihloko ezizofundwa ngoMeyi 6 kuya kuJuni 2, 2019

Yini Engivimbela Ukuba Ngibhapathizwe?

Abanye abamaziyo uJehova uNkulunkulu bayangabaza ukubhapathizwa. Yini engabasiza banqobe noma yiziphi izinselele okungenzeka ziyabavimba ukuba babhapathizwe?

Lalela Izwi LikaJehova

UJehova ukhuluma kanjani nathi namuhla? Sizuza kanjani ngokulalela uNkulunkulu?

Cabangela Imizwa Yabanye

UJehova noJesu bazwelana kanjani nabantu futhi singabalingisa kanjani?

Yiba Nozwela Enkonzweni Yakho

Yiziphi izindlela ezingokoqobo esingabonisa ngazo ukuthi siyazwelana nalabo esibashumayezayo?

Ubuhle—Yini Ongayenza Ukuze Ube Nabo?

Buyini ubuhle? Kungani kumelwe silwele ukuba nabo?

U-“Amen” Wakho Ubalulekile KuJehova

Abaningi bajwayele ukuthi ‘amen’ ngemva kokuthandaza. Lisho ukuthini leli gama futhi lisetshenziswe kanjani eBhayibhelini?