INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Januwari 2018

Lo magazini unezihloko ezifundwayo zikaFebhuwani 28 kuya ku-Ephreli 1, 2018.

BAZINIKELA NGOKUZITHANDELA

Bazinikela Ngokuzithandela​—EMadagascar

Funda ngabamemezeli abavela kwamanye amazwe nabakuleli zwe abaye bathuthela kwenye indawo ukuze bashumayele ngoMbuso eMadagascar.

“Unika Okhatheleyo Amandla”

Njengoba ukuphela kusondela, singalindela ukuba izinkinga zande. UmBhalo wethu wonyaka ka-2018 usikhumbuza ukuba sifune amandla kuNkulunkulu.

Isikhumbuzo Sibuthuthukisa Kanjani Ubunye Bethu?

ISikhumbuzo sibuqinisa ngaziphi izindlela ubunye bethu njengabantu bakaNkulunkulu? ISikhumbuzo sokugcina siyokwenzeka nini?

Kungani Kufanele Uphe UMuntu Onakho Konke?

Indlela esibonisa ngayo ukuthi uNkulunkulu siyamthanda ukumupha. Sizuza kanjani lapho sipha uJehova izinto zethu eziyigugu?

Uthando Olunjani Olusenza Sijabule Ngempela?

Ukuthanda uNkulunkulu kuhluke kanjani nothando oluchazwe kweye-2 Thimothewu 3:​2-⁠4? Impendulo yalo mbuzo ingasisiza saneliseke futhi sijabule ngempela.

Bona Umehluko Phakathi Kwabantu Abakhonza UJehova Nalabo Abangamkhonzi

Uyini umehluko phakathi kobuntu babantu abaphila kulezi zinsuku zokugcina nobuntu babantu bakaNkulunkulu?

Ingabe Bewazi?

Kwa-Israyeli wasendulo ingabe izimiso zoMthetho kaMose zazisetshenziswa nsuku zonke lapho kuqulwa amacala ezomthetho?