INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Agasti 2016

Lo magazini unezihloko ezizofundwa ngesonto likaSeptember 26 kuya ku-October 23, 2016.

INDABA YOKUPHILA

Indlela Engathola Ngayo Injabulo Ekupheni

Insizwa yaseNgilandi yaphila ukuphila okwayenza yajabula, yaba isithunywa sevangeli ePuerto Rico.

Umshado—Umsuka Nenjongo Yawo

Ingabe kuyiqiniso ukuthi umshado uyisipho esivela kuNkulunkulu?

Ukwenza Umshado WomKristu Uphumelele

Thola iseluleko esisebenzayo.

Funa Okungcono Kakhulu Kunegolide

Thola izindlela ezintathu abafundi beBhayibheli abafana ngayo nabantu abafuna igolide.

Uyasibona Yini Isidingo Sokuthuthuka Ngokomoya?

Funda ukuthi yini ongayenza ukuze uthuthuke.

Uyasibona Yini Isidingo Sokuqeqesha Abanye?

Imiphi imigomo ebalulekile ongabasiza bayiphishekele?

Imibuzo Evela Kubafundi

Kungani izitha zikaJesu zazibheka isiko lokugeza izandla njengendaba ebalulekile?

EZIVELA EZINQOLOBANENI ZETHU

“Ngivuna Izithelo Kube Udumo KuJehova”

Nakuba abaFundi beBhayibheli babengayiqondi ngokuphelele indaba yokungathathi-hlangothi phakathi neMpi Yezwe I, ubuqotho babo baba nemiphumela emihle.