INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Ephreli 2016

Le Nqabayokulinda inezihloko ezizofundwa ngo-May 30 kuya ku-June 26, 2016.

Ukwethembeka Kuholela Ekwamukelweni UNkulunkulu

Yiziphi izifundo amaKristu azifundayo ekulandiseni kweBhayibheli okuphathelene noJefta nendodakazi yakhe?

“Vumelani Ukukhuthazela Kuphelelise Umsebenzi Wako”

Yini esuke ihilelekile lapho ubhekene nesimo esivivinya ukukhuthazela kwakho? Yiziphi izibonelo ezivelele zokukhuthazela ezingakunika amandla?

Kungani Kufanele Sihlangane Ndawonye Ukuze Sikhulekele?

Ukuba khona kwakho emihlanganweni kuyakuthinta, kuthinte abanye kanye noJehova. Ingabe uyazi ukuthi kanjani?

Londoloza Ukungathathi Hlangothi Ezweni Elihlukene Phakathi

Izihluthulelo ezine zingakusiza ubhekane nezinselele ezingalindelekile zokungathathi hlangothi.

INDABA YOKUPHILA

Ababeyizindela Baba Odadewabo Bomunye Nomunye Bangempela Abangokomoya

Yini eyabenza bashiya ikhaya labo lezindela bashiya nenkolo yamaKatolika?

Ingabe Inkonzo Yakho Injengamazolo?

Umsebenzi wethu wokushumayela singawenza kanjani ngendlela enomusa, eqabulayo nesindisa ukuphila?