Kwakhiwa iHholo LoMbuso e-Australia

INCWAJANA YOMHLANGANO WOKUPHILA NENKONZO Novemba 2018

Ongase Uxoxe Ngakho

Izingxoxo eziphathelene nethemba elinikezwa iBhayibheli ngabantu abafile esibathandayo

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

“Uyangithanda Na Ngaphezu Kwalezi?”

UPetru kwakudingeka anqume ukuthi yini eyayizoza kuqala ekuphileni kwakhe​​—⁠umsebenzi wokuziphilisa noma izithakazelo zoMbuso.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Umoya Ongcwele Uthululelwa Ebandleni LobuKristu

Nakuba amaKristu angu-3 000 ayesanda kubhapathizwa ayevela emazweni ahlukene, akhonza ndawonye ngobunye.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Ukusebenza Ngokubambisana Lapho Kushunyayelwa Ensimini Enezilimi Ezehlukahlukene

Abamemezeli emabandleni anjalo, bangasebenza kanjani ngokubambisana ukuze bashumayeze wonke umuntu ngaphandle ngokuphindaphinda insimu?

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Baqhubeka Bekhuluma IZwi LikaNkulunkulu Ngesibindi

Yini eyenza abaphostoli bafaneleka ukuba bafundise abanye?

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Izinzuzo Zokushumayela Ngezinqola Emhlabeni Wonke

Imiphi imiphumela emihle ebonakale ekushumayeleni ngezinqola ezindaweni zomphakathi?

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Ibandla Elisha LobuKristu Liyavivinywa

Ibandla elisha lobuKristu lakhuthazela futhi lachuma ngenxa yokusekelwa uJehovain naphezu kokucwaswa kwabathile nokushushiswa.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

“Isipho SikaJehova”

Singanikela ngokuzithandela ngezindlela ezihlukahlukene ukuze sisekele umsebenzi wethu ezindaweni zangakithi nasemhlabeni wonke.