AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | AMAHUBO 79-86

Ubani Umuntu Obaluleke Kakhulu Ekuphileni Kwakho?

Ubani Umuntu Obaluleke Kakhulu Ekuphileni Kwakho?

Umqambi weHubo 83, cishe owayengowozalo lomLevi u-Asafa, wayephila ngesikhathi esifanayo neNkosi uDavide. Leli hubo labhalwa ngesikhathi izizwe eziyizitha zaziwusongo kubantu bakaJehova.

83:1-5, 16

  • Emthandazweni wakhe, umhubi wagxila egameni nasebukhosini bukaJehova kunasekuphepheni kwakhe

  • Namuhla, izinceku zikaNkulunkulu zisalokhu zihlaselwa ngapha nangapha. Ukukhuthazela kwethu ngokwethembeka kuyamdumisa uJehova

83:18

  • UJehova ufuna silazi igama lakhe

  • Kumelwe sibonise ngezenzo ukuthi uJehova unguMuntu obaluleke kunabo bonke ekuphileni kwethu