Odade basebenzisa incwajana ethi Lalela UNkulunkulu Uphile Phakade e-Indonesia

INCWAJANA YOMHLANGANO WOKUPHILA NENKONZO Febhuwari 2016

Izintshumayelo Ezisikiselwe

Amacebiso okuhambisa i-Phaphama! nencwajana ethi Lalela UNkulunkulu Uphile Phakade. Sebenzisa lezi zibonelo ukuze uzakhele ezakho izintshumayelo.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

UNehemiya Wayekuthanda Ukukhulekela Kweqiniso

Bona ngeso lengqondo imizamo yakhe yenkuthalo yokuvuselela izindonga zaseJerusalema nokuthuthukisa ukukhulekela kweqiniso. (UNehemiya 1-4)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

UNehemiya Wayengumbonisi Ovelele

UNehemiya wasiza ama-Israyeli ukuba ajabule ekukhulekeleni kweqiniso. Sebenzisa umdwebo ukuze ubone ngeso lengqondo izenzakalo eJerusalema ngo-Tishri 455 B.C.E. (Nehemiya 8:1-18)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Abakhulekeli Abathembekile Basekela Amalungiselelo Angokwasezulwini

Ngosuku lukaNehemiya, abantu bakaJehova bakusekela ngokuzithandela ukukhulekela kweqiniso ngezindlela ezihlukahlukene. (Nehemiya 9-11)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Ukuphila Okungcono Kakhulu

Intsha esenhlanganweni kaJehova inamathuba amaningi okujabulela ukuphila okwanelisayo. Sebenzisa imibuzo ukuze nixoxe ngale video.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Izifundo Ezisebenzisekayo Esizithola KuNehemiya

Yibone ngeso lengqondo intshiseko kaNehemiya yokuvikela ukukhulekela kweqiniso. (Nehemiya 12-13)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Memela Wonke Umuntu Osensimini Yenu ESikhumbuzweni!

Intshumayelo esikiselwe yokuhambisa isimemo seSikhumbuzo sokufa kukaJesu. Landela izinyathelo zokuhlakulela noma isiphi isithakazelo esibonisiwe.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

U-Esteri Wamela Abantu BakaNkulunkulu

Sibone ngeso lengqondo isibindi sakhe esikhulu sokumela abantu bakaJehova. (Esteri 1-5)