Julayi 13-19
EKSODUSI 8-9
INgoma 12 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UFaro Oqhoshayo Ufeza Injongo KaNkulunkulu Engazi”: (10 imiz.)
Eks 8:15—UFaro waba nenkani, wangafuna ukulalela uMose no-Aroni (it-2-E 1040-1041)
Eks 8:18, 19—UFaro wenqaba ukulalela ngisho nalapho abapristi bakhe abenza imilingo begoba uphondo.
Eks 9:15-17—UJehova wabangela ukuba abantu badumise igama lakhe lapho engambulali uFaro ngokushesha (it-2-E 1181 ¶3-5)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Eks 8:21—Zaziyini izibawu? (it-1-E 878)
Eks 8:25-27—Kungani uMose athi imihlatshelo yama-Israyeli yayizoba “into enengekayo kwabaseGibhithe”? (w04 3/15 25 ¶9)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova uNkulunkulu, inkonzo yasensimini noma okunye?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Eks 8:1-19 (th isifundo 12)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo, bese ubuza le mibuzo elandelayo: Ummemezeli wenzenjani lapho umninikhaya emphikisa? Ummemezeli ubengayethula kanjani incwadi etholakala eBhokisini Lamathuluzi Okufundisa?
Lapho Nixoxa Okokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 6)
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evame endaweni yangakini. (th isifundo 3)
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe usunikeza umninikhaya incwadi. (th isifundo 12)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Thobeka—Gwema Ukuqhosha”: (7 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Yiba Umngane KaJehova—Yiba Othobekile. Ngemva kwalokho, cela izingane ezithile ukuba zize esiteji, uma zikhona, bese uzibuza imibuzo mayelana nevidiyo.
“Thobeka Lapho Abanye Bekuncoma”: (8 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Yiba Qotho NjengoJesu—Lapho Unconywa.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ia isahl. 14, 14-22 Ukubukeza ek. 124.
Amazwi Okuphetha (3 imiz. noma ngaphansi)
INgoma 130 Nomthandazo