EGeorgia

 

  • OFakazi BakaJehova​—19 523

  • Amabandla​—213

  • Ababekhona eSikhumbuzweni sokufa kukaKristu​—32 044

  • Inani labantu okufanele lifinyelelwe uFakazi KaJehova ngamunye​—191

  • Inani labantu​—3 705 000

2020-11-26

EGEORGIA

Umhlangano Wesifunda Okhethekile Wokuqala ETbilisi, EGeorgia

Bekuqala ukuthi kube nomhlangano okhethekile eGeorgia. Kube nezinkulumo eziningi ezakhayo, izihambeli zamukelwe ngemfudumalo, futhi zaboniswa izinto ezihlobone namasiko nomlando waleli zwe.

2015-01-08

EGEORGIA

INkantolo YaseYurophu Yamalungelo Abantu Isekela Ukusebenza Komthetho EGeorgia

Ngo-October 7, 2014, i-ECHR yavuna oFakazi BakaJehova e-Republic of Georgia. Iziphathimandla zatholwa zinecala lokuphula inkululeko engokwenkolo namanye amalungelo oFakazi BakaJehova.